Abaklwebhi mapuleti

By Drum Digital
11 January 2013

Isikhulu seKalawa Jazzmee, uOscar "Oskido" Mdlongwa, noBruce Sebitlo bayadlondlobala.

U-Oskido  noBruce Sebitlo, laba ababili  bangabaculi bomculo weKwaito kanye noweHouse baziwa njenge-Brother of Peace (BOP).

“Leyo naleyo bhendi inabalandeli besifazane abasha amashushu,” kusho uBruce ngesikhathi sihlangana naye.

“Kungukuhlonipha umculo nebhizinisi. Amantombazane azoza kodwa kufanele ubambelele ezinhlosweni zakho.”

Sihlangene nalaba babili erestoranti yaseCappello eMidrand, eNyakatho neGoli.

Find Love!

Men
Women