Bayazifela ngonina

By Drum Digital
03 May 2013

Lezi nsizwa ezishaya ingcwenga emsebenzini wazo wokujuxusiza abathandi bobumnandi zithi onina bazi ukusuka nokuhlala kwezimpilo zazo.

NJALO ngeSonto lesibili enyangeni kaMeyi abantu emhlabeni wonke bakhombisa ukubonga kwabesifa zane ababaluleke ukudlula bonke ezimpilweni zabo –  omama.

Benze njalo nabaklwebhi mapuleti bakuleli uDJ Fresh, u-Euphonik noMo Flava.

Ithimba le-DRUM lichithe usuku nabo nonina endaweni ethulile iPyramid Day Spa esenkabeni yeJozi eGauteng.

Find Love!

Men
Women