Inesiphiwo lentokazi

By Drum Digital
01 February 2013

Asiside isikhathi eqalile kuGenerations kodwa usezakhele udumo ngokuba umuntu ongaligudli iguma - uZenande Mfenyana ukhulume neDRUM ngendawo ayidlalayo.

Akabhedelwa kuGenerations, ngisho nabalandeli bakhe bayakwazi lokho.

Yingakho kumangaza uma ufika ekhasini lakhe leFacebook uthole olunye uhlangothi ongwalazi ngale ntokazi.

"Namhlanje ngikhetha ukuhamba ngothando, kunokulwa," ulobe kanje uZenande ekhasini lakhe.

Sekuphele cishe iminyaka emibili edlala indawo kaNoluntu kuGenerations futhi indima yakhe iyadlondloba.

Funda kabanzi ngalokhu kuDRUM - 7 February 2013

Find Love!

Men
Women