Iqembu lika- Shabba lasekhaya

By Drum Digital
24 August 2011

Kunezinkulumo zokuthi iqembu elikhulu laseSaudi Arabia, i-Al-lttihad liyamfuna futhi iphupho likaShabba lokudlala phesheya lingase lifezeke ngokushesha. “Ngizozikhandla ukuze ngiye phesheya,” esho. “Nokho ngingathanda ukudlala eYurophu.”

Umndeni wakubo uzizwa kanjani ngokuya phesheya kwakhe? “Uma ehamba, ngizomsekela ngoba uzuze konke abengase akuzuze kuleli zwe,” kusho u-Isaac ngeqholo. Nokho uMpumi, umanqikanqika. “Ngizomkhumbula uma ehamba,” esho ekhokha umoya. “Kodwa ngicabanga ukuthi ngizombona ku-TV.”

Find Love!

Men
Women