Kuxabene ubendle

By Drum Digital
25 January 2013

Le singqazu somlinganisikazi kunamahlebezi athi yiso esiyimbangela yokwehlukana kukaMinnie no-Itu siyahlambuluka.

Kuthiwa icala ngumphikwa. Omunye ukhomba omunye esweni omunye uvikela iso lakhe.

Isingqazu somlingisikazi uSamkelo Ndlovu (22) odlala indawo kaLira Khumalo kuMzansi Magic ku-Inkaba ubhodla umlilo.

Lokhu kwenzeka emuva kwemibiko yakamuva ethi nguye imbangela yokubhidlika kobudlelwano bukanozinti weKaizer Chiefs ne- Bafana Bafana u-Itumeleng “Itu” Khune (25) nowayeyintombi yakhe owethula izinhlelo ku-TV nomlingisikazi uMinenhle “Minnie” Dlamini (22).

Funda kabanzi ngalokhu kuDRUM - 31 January 2013 

Find Love!

Men
Women