Maleh - Eduze Kwami

By Drum Digital
28 December 2013

Maleh in 'Eduze Kwami' she is expressing her desire to have her love close by.

Chorus:

Ngincanywa nguwe

Kungaba mnandi ukuba nawe

Kudala ngizula

Nguwe wedwa ithemba lami x2

Verse1:

Intombi ayiz'sheleli ngiyazi

Ngenze njani ngoba ubhaka amasi

Engakhali ifela embelekweni uyazi

Bhuti buza ngik'vume, ngikudinga eduze kwami

Ang'kaze ngiyizwe imizwa enje

Uthando olunjena aluvelele

Ngaphandle kwakho angiphelele

And I know you feel the same

Bengicela usondele

CHORUS

Verse2:

Mengike ngezwa iphimbo lakho

Ngimane ngigule ngicela ungenze owakho

Sekuk'dala siloke sifunana

Amahloni awasizi, nes'khathi asilindi

Awung'nike isibongo sakho

Ngik'zalele izingane zakho

Abafana abanamehlo akho

Thatha lonke uthando lwami

Ngikudinga eduze kwami

CHORUS

Find Love!

Men
Women