'Ngiyimpohlo angethembisile'

By Drum Digital
14 June 2013

Igcokama leGenerations uZolisa Xaluva uyawachitha amahlebezi athi uthembise isinyelela obeyintombi yakhe.

USEKUJWAYELE ukuba wundabamlonyeni yonke indawo.

Le nsizwa ingumlingisi emdlalweni oyintandokazi kuleli.

UZolisa Xaluva odume ngoJason Malinga koweGenerations akaconsi phansi kubalandeli bakhe. Uneminyaka eyisi-7 edlala le ndawo.

Kodwa udumo nokuthandwa kulo mkhakha kuza nezinselelo.

Akekho ongathandi ukwazi ngempilo yomuntu odumile njengoZolisa Xaluva.

Find Love!

Men
Women