Ngizowaqhulula amgoli

By Drum Digital
12 October 2012

ULehlohonono Majoro ngabe waiphilela kahle njenge-radiographer, kodwa wakhetha ibhola, manje akazisoli.

iNKUNDLA yaseSantiago Bernabeu igcwele iyaphuphuma, kubhekene izi-mbangi ezinkulu kwezebhola lase-Spain – iReal Madrid neBarcelona.

Dukuduku, ibhola lifika kuLionel Messi.

Njengomkhuba wakhe, udedela imbumbulu yeshodi edlula kancane nje phezu kwamapali.

Kodwa-ke kulokhu, kwenzeka kuPlayStation yomgadli weKaizer Chiefs uLehlohonono Majoro.

Find Love!

Men
Women