'Sidalelwene'

By Drum Digital
22 March 2013

Lapho kukhona uthando nendlela ikhona.

UMotlatsi Mafatshe  udume ngeli- kaSechaba Moloi emdlalweni owuchungechunge, Isidingo, odlala ku-SABC 3.

Zingakudida izinto azenza noLerato kulomdlalo  wethelevishini kodwa angeke  akudide njengoJulius Malema.

UMotlatsi uhluke kakhulu kunalokhu ayikho uma engalingisi kulo mdlalo.

Unothando kanti ubambisene kakhulu nesithandwa sakhe uMillicent Nkangane (25) onenkampani yakhe yezemfashini.

Kuyaqala namuhla ukuthi uMotlatsi (29) avume ukusixoxela ngesithandwa sakhe esingaconsi phansi.

Find Love!

Men
Women