U-Blondie ushaya ibuya?

By Drum Digital
28 December 2012

Wayaziwa njengephekual ngezinkathi zobandlululo ngenxa yomculo wakhe owawukhombisa ukwesekela i-ANC.

WAPHROJUSELA izihlabani eziningi, kufaka nezintandokazi ezinjengo-Tshepo Tshola, uBrenda Fassie ongasekho ne-ngqalabutho uHugh Masekela.

Njengombhali wezingoma ongumculi, wayenganqeni ukufakela inselelo uhulumeni wobandlululo weNational Party.

Ngenxa yalokho, uBlondie (owazalwa enguKeoagile Gerald Makhene) waziwa ngokuthi ‘uyiphekula’.

“Abamhlophe babengicasukele kabi,” esho.

“Sasiya eBotswana nebhendi yami ngelinye ilanga lapho simiswa ngamaphoyisa.

Find Love!

Men
Women