Ubuya ebholeni oweSkeem Sam

By Drum Digital
07 June 2013

U-Eric Macheru uthi yize wayenelukuluku lokuba ngumdlali webhola ovelele kuleli inhliziyo yakhe isikwezikaqed' isizungu manje.

WADALELWA izinto ezi- nkulu!

Yize engumuntu osheshayo ukushaywa amahloni, waqala ese-mncane ukudonsa ame-hlo abantu.

U-Eric Macheru saqala ukumazi evela kumdlalo owenzeka ngempela iSokka Kings ngo-2005.

Kulezi nsuku usebonakala kumdlalo we-SABC 1iSkeem Saam, lapho elingisa khona indawo kaLeeto ohlala esusa uthuthuva.

Kungafani nehlongandlebe elinguLeeto u-Eric ungumuntu ophansi, uhluleka nawukusibheka emehlweni lapho sihlangana naye erestoranti yaseMelville, iMelon sizoxoxa phela ngesizini yesibili yalo mdlalo ovuth’uphondo.

Find Love!

Men
Women