'Ubuye ngezinkani uBenni'

By Drum Digital
14 December 2012

ESIKHULU: UBenni nengoduso yakhe uStacey Munro nomndeni bazodla uKhisimusi wokuqala nendodakazi yabo uLima Rosa onezinyanga eziyisi-7 eKapa.

Udume ngelikaBenni emhlabeni wonke.

Le nkakha yomdlali oneminyaka enga-ma-35 ubu- dala kanye nomndeni wakhe obumbene bajabulela iholidi elifushane njengoba belungiselela uKhisi- musi.

Kuheleza umoya wasehlobo phezu kwechibi lokubhukuda ehhotela eliyi-five-star iWestcliff Hotel, elisenkabeni yeGoli.

UBenedict McCarthy uyakujabulela ukuba sekhaya futhi uyakuqinisekisa ukuthi ukubuya kwakhe e-SA ubefuna ukukhombisa izinkumbi zabalandeli ba- khe nezimfamona ukuthi usazoziqoqa izi- ndebe.

“Ibhola lami lonke ngilidlale e-Europe. Ngesikhathi ngifulathela i-SA ngo-1997 ngangingadumile,” esho.

Find Love!

Men
Women