Ulundi Tyamara uyazisola?

By Drum Digital
21 September 2012

Sekukaningi uLundi etshela abalandeli bakhe ukuthi usephendukile. Mhlawumbe kulokhu uzohlonipha izingane zakhe

Emphakathini abaculi bomculo wokholo balindeleke ukuba babe yisibonelo esihle kubalandeli babo kepha impilo kaLu-ndi iyaxaka; kuyiqiniso ukuthi ayihlabi ngakumisa.

Selokhu wahlabana ngemiklomelo kulo mkhakha womculo, ulandelwa amahlazo. Kunamahlebezi okuthi ugqilazwa yizidakamizwanotshwala, useze waqanjwa nokuthi uyi ”Drama King.”

Find Love!

Men
Women