Ungunozinti!

By Drum Digital
19 October 2012

Unozinti wePirates uSenzo Meyiwa uvelel ekusaseni lakhe nasekhaya

Bekungubuhlakani uma umdlali oneminyaka eyi-10 ejika amadoda asale obhuqwini elokishini laseMlazi, eyoshaya elihle igoli bedlala emgwaqeni.

Ubenekhono edlalela iqembu labangakhokhelwa iLondon Cosmos ngaseMpumalanga yoGu, KwaZulu-Natal.

Ubengumdlali osemncane ongaba umgadli wamagoli omkhulu ebholeni lezinyawo kwelaseNingizimu Afrika.

Find Love!

Men
Women