Uyashosholoza kwezikaqedisizungu

By Drum Digital
02 August 2012

Bathi izinhlanhla zabantu kazifani, abanye bahlala iminyaka bengawutholi umsebenzi kodwa abanye bathi besanda kuqeda izifundo zabo umsebenzi uvele uzizele nje.

Emva kwezinyanga ezimbili ephothulile ekholeji uthole indawo yokudlala efilimini lamahlaya lebhola “iTaka-Taka”, abadlali abaphambili kulo uTrevor Noah noKagiso Lediga.

Udume ngelikaSonia emdlalweni owuchungechunge odlala ku-SABC1 iZone14, intombazane edume ngokuphehla udweshu.

Find Love!

Men
Women