Amaphoyisa axwayisa umphakathi ngobugebengu

2016-11-10 06:01
Amaphoyisa aseVerulam aphume umkhankaso wokuqwashisa umphakathi ngobugebengu. ISITHOMBE: ANDILE SITHOLE

Amaphoyisa aseVerulam aphume umkhankaso wokuqwashisa umphakathi ngobugebengu. ISITHOMBE: ANDILE SITHOLE

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAPHOYISA aseVerulam aphume umkhankaso wukuqwashisa amalungu omphakathi ukuba axwaye ukuphatha izizumbulu zemali njengoba sekusondele isikhathi samaholidi kaKhisimusi.

NgoLwesihlanu olwedlule amaphoyisa ahambele Ezindaweni ezahlukene eVerulam okubalwa iCottonlands, Canelands kanye ne Buffelsdraai exwayisa amalungu omphakathi ngobugebengu obuvamise ukwenzeka ngezikhathi zamaholidi kaKhisimusi.

Kuphinde kwanikezwa amalungu omphakathi izinombolo okumele azisebenzise njengoba kuza isikhathi sama-holidi.

Imenenja yesigceme sase Waterloo uConstable Sphindile Mabizela uthe: “Sixwayisa amalungu omphakathi ukuba avule amehlo kakhulukazi labo abazobe behlukanisa izimali zesitokofela ukuba bathinte amaphoyisa uma benokwesaba noma kukhona izinto ezenza basole ukuthi kukhona ubugebengu,”echaza. Okhulumela amaphoyisa ase Verulam W/O Mark Prakasim uxwayise amalungu omphakathi azobe ehlukanisa izitokofela ukuba athinte amaphoyisa uma bezohlukanisa imali. “Sizoqhubeka nokuxwayisa amalungu omphakathi ukuze kugwemeke ubugebengu. Sicela abantu uma bezovakasha bathinte amaphoyisa ukuze lezo zindawo kwandiswe isibalo samaphoyisa azobheka endaweni,” ephetha.

Ngeminye imininingwane ungathintana no W/O Prakasim kulenombolo 032 541 5214.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

/Sport

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.