Kugujwe usuku lwezingane oThongathi

2016-12-01 06:00
ISITHOMBE: SITHUNYELWEAbasebenzi besibhedela iMediclininc Victoria kanye nezingane ngesikhathi zinikezwa izipho.

ISITHOMBE: SITHUNYELWEAbasebenzi besibhedela iMediclininc Victoria kanye nezingane ngesikhathi zinikezwa izipho.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IZISEBENZI zesikhungo esibhekelele izindaba zabantwana kanye nezemindeni esibizwa ngokuthi yiTongaat Child and Family Welfare Society kanye nabahlengikazi abaqhamuka esibhedlela sasoThongathi iMediclinic Victoria bagubhe usuku lwezingane olugujwa minjaka yonke olwaziwa ngokuthi yi- annual celebrate the child ezinkundleni zemidlalo i-Outspan grounds ngomhla ka-26 Lwezi (November).

Zibalelwa ngaphezu kwamakhulu amane izingane ebeziqhamuka ezindaweni ezisondeleno noThongathi ezibe yingxenye yalomgubho.

Izingane ezihambele lomgubho zibe nethuba lokudlala imidlalo enhlobonhlobo kanye nokubuka amaqembu endlamu eqhudelana abeqhamuka endaweni yase Burbreeze ngaphandle kancane kwedolobha uThongathi.

Inkampani yonogada iReaction Unit South Africa beyikhona ukuqinisekisa ezokuphepha. Abakwa Tongaat Child and Family Welfare Society babonge banconcoza kubaxhasi ngokwenza umcimbi ube yimpumelelo.

Imenenja yase wadini esibhedela iMediclinic Victoria uNksz Linda Nair ubonge bonke abantu ababambe iqhaza ekwenzeni umcimbi ube yimpumelelo.

Uthe: “Abantwana bebejabule kakhulu ngezinto abazitholile. Ngithanda ukuphinda ngibonge abasebenzi bami kanye nesibhedlela ngokusixhasa.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.