Kuxwayiswa intsha ngobungozi bezidakamizwa

2017-05-04 06:00
Abasakazi beziteshi zomphakathi namalungu enhlangano i-Eco Artist and Development Centre ehholo lomphakathi eLa  Mercy ngesikhathi kunombuthano wokucobelelana ngolwazi. Photo: SITHUNYELWE

Abasakazi beziteshi zomphakathi namalungu enhlangano i-Eco Artist and Development Centre ehholo lomphakathi eLa Mercy ngesikhathi kunombuthano wokucobelelana ngolwazi. Photo: SITHUNYELWE

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

 

UKUKHUPHUKA ngamandla kokusetshenziswa kwezidakamizwa ezindaweni eziseNtshonalanga yeTheku sekuphoqe intsha yasendaweni yaseLa Mercy, oThongathi ukuba isukume ixwayise intsha ngobungozi bokusebenzisa izidakamizwa.

Lokhu kuhlaluke embuthanweni wokukucobelelana ngolwazi obuse hholo lomphakathi endaweni yase La Mercy ngempelesanto eyedlule lapho bekugqugquzelwa khona intsha ukuthi isebenzise amakhono ayo ekuzakheleni imisebenzi yokuziphilisa.

Inhlangano yentsha ebizwa ngokuthi yi-Eco Artist and Development Centre nesiteshi somsakazo iSiyathuthuka FM bahlele umbuthano wokucobelelana ngolwazi ngenhloso yokuvundulula amakhono entsheni yasendaweni.

Umqondisi walenhlangano uMnu. Mbuso Mhlongo uthe inhloso yabo ngalomcimbi bekuwukuhlaba ikhwelo emphakathini nasentsheni ngobungozi bezidakamizwa ezithe chithi saka ezindaweni eziningi.

“Intsha beyiqhamuka ezindaweni eziningi okubalwa iNtuzuma, KwaMashu,Mandeni,Glenwood, Ndwedwe, Barbreeze, Umbhayi nezinye izindawo. Intsha ithole ithuba lokuba ikhombise amakhono ayo ezintweni eziningi. Bekukhona amaqembu engoma, abacula umculo wokholo, owe Hip hop neminye enhlobonhlobo. Siphinde sabafundisa kabanzi ngendima yezomculo nanokuthi yiziphi izingqinamba abangahlangabezana nazo endleleni yabo eya empumelelweni.”

Kulomcimbi intsha beyiveza amakhono ayo ezintweni eziningi okuhlanganisa imidanso, ingoma nomculo.  Abebehambele lomcimbi bekukhona uMnu. Sabelo Mhlongo wesiteshi somsakazo iKhwezi FM ozinze endaweni yase Kranskop ngaphandle kwancane kwase Greytown,abaqhamuka eMnyangweni wezeNhlalakahle namalungu omphakathi.

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Partner Content
How data is changing investments

Technological disruption is rife in many spheres of business and given the quantity of data available, it’s no surprise that the way in which asset managers work is also changing fast.

Behind the sparkle

Alluring, beautiful and timeless - diamonds are some of the most sought after gems in the world and are a true testament of everlasting brilliance. Let us take you behind the sparkle to show you the history behind this coveted jewel.

/World
 

Fascinating facts about dogs

Think you know a lot about dogs? How many of these facts do you know?

 
 

Paws

Perfectly captured cat snapchats!
Fascinating facts about dogs
Out with the old dog, in with the new
Play with your pet when you're not at home
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.