Akuphele ukuntshontsha uma kunezingozi

2015-08-06 06:01
ISITHOMBE: SITHUNYELWE 
Umbhali ugxeka ukuntshontsha nokubamba inkunzi endaweni yengozi, okuwumkhuba obonakala sewandile.

ISITHOMBE: SITHUNYELWE Umbhali ugxeka ukuntshontsha nokubamba inkunzi endaweni yengozi, okuwumkhuba obonakala sewandile.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

MHLELI: Ngelinye ilanga kwenzeka ingozi emgwaqeni omkhulu ngakithi sabe sesithutheleka khona, siyobona njengenhlalayenza. Ngathuka uma ngabe sekuboshwa abafana ababili ngenxa yokuthi babanjwa nezinye zezimpahla zabantu ababelimele engozini.

Kulezi zinsuku omunye umfowethu engimjwayele nje ugingqike nemoto ehamba nomngane wakhe. Uthi yalala ngohlangothi base bekwazi ukuthi bamemeze abesilisa ababedlula ngasendaweni yesigameko ukuzobalekelela baphume.

Bathi ngaphambi kokuthi babasize bacela omakhalekhukhwini nezikhwama zemali zabo base bebasiza badla phansi emva kwalokho. Wayebalisa ethi lona ayehamba naye wayephethe imali enjengemali.

Sekwandile impela ukuthi uma kunengozi kuthi abangenabo onembeza bagijimele ukuyozitapela kunokusiza abasenkingeni.

Ngiyakhumbula futhi kudala kwenye ingozi ngaze ngafika ngakhuza ibhadi sekuthathwa ilahle, nezinye izingxenye zemoto emva kokuba bavela babaleka ababehamba ngayo leyo moto sebephumile.

Konakelephi kuthina bantu? Ngabe ukuhlupheka ngempela okwenza sigcine sesife onembeza ngale ndlela noma ubusathane nje obudlangile? Ngiyabonga ukuthi kule ngozi esanda kwenzeka endaweni engihlala kuyona angizwanga sigameko sokuntshontshwa ngoba ngisho nomakhalekhukhwini womfowethu odlule kule ngozi wasetshenziswa kahle ukuthola asondelene nabo.

Kube buhlungu ukudlula kwakhe kabuhlungu eyedwa nasemotweni entathakusa. Sibonge kuleyo ngxenye yomphakathi eyavuka yayozama ukuhlaba umkhosi ukuze asizakale. Alale ngokuthula.

Sengiphetha bafowethu ake siyeke izenzo zobulwane ngoba lokho kusidalela amakhulu amashwa lawa.

MFANAFUTHI “JIKA PANTSULA” NZUZA

eSigingqini

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.