Bazofinyisana igazi ngesiqhwiza umentshisi

2015-05-07 06:00
 PHOTO: SOURCED
UFloyd “Money” Mayweather

PHOTO: SOURCED UFloyd “Money” Mayweather

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQINISO impela! Isibhakela sizobe siqhwiza umentshisi lapho kutholana phezulu izinkakha zamanqindi ezidume nezisatshwa umhlaba wonke uFloyd “Money” Mayweather noManny “Pacman” Pacquiao.

Le ndumezulu yempi ihlelelwe ukuba ibe ngomhlaka May 3, eMGM Grand eLas Vegas, US.

Ngokusho kwabalandeli nabathandi besibhakela, le mpi angeke ibe lula futhi oyophumelela la uyobe eyindonda yabadoda noma ingqwele yoqobo.

Umqhathi wezimpi waseMzansi nodume umhlaba wonke ngamagalelo akhe uRodney Berman uthi yena ubona sengathi uMmelikana uMayweather uzoyiwina noma kanjani. Lo mqathi uze athi umfana waseMelika uzomginqa uPacquiao.

“Wonke umhlaba uyilindele ngamehlo abomvu le mpi futhi inkulu kakhulu. Isikhulumise umhlaba wonke nkanti abantu bashaya imihlahlo ehlukene futhi nemibono ihlukene.

“Mina ngithi uPacquiao uzohlulwa uMayweather futhi mina ngithi lo mfana waseMelika uzoyidingqa le ndoda. Mina angifuni ukunanaza noma ukushona emva kwezindlu, uMayweather ngimthwele ngeqoma. Mina ngithi lo mfana waseMelika yilast number kwezamanqindi futhi umshayi sibhakela ofana naye usazozalwa,” kusho uBerman.

Enye inkakha yaseMzansi eseyathatha umhlala phansi uDingaan “Rose of Soweto” Thobela uthi naye uyadideka uma ecabanga ukuthi ubani ozogcina enqobile kodwa inhliziyo yakhe ithi ayithi uMmelikana ozovala izozo.

“Mangithi nje kuzoba yimpi elukhuni nezokwenza abantu bangafuni ukucwayiza uma isiqalile. Ngiyasaba ukusho ukuthi ubani ozowina ngoba phela bobalili bayashaya laba bhemu, kodwa-ke angisale sengiyivumela inhliziyo yami uma ithi: uMayweather angase anqobe.

“Mhlawumbe kufanele ngithi ngimfisela inhlanhla,” kusho uThobela.

Abalandeli abaningi balo mdlalo bazokhumbula ukuthi lezi khokho zake zalwa nawal a aseMzansi.

UMayweather wahlula uPhillip Ndou ngo-2003 sebesemzuliswaneni wesikhombisa weWorld Boxing Council (WBC) esigabeni se-lightweight eDetroit, Michigan. Kanti uPacman walahla phansi uLehlohonolo “Hands of Stone” Ledwaba emzukiswaneni wesithupha kwiInternational Boxing Federation (IBF) junior-featherweight eMGM Grand ngo2001. Kanti kule mpi ezayo kuyobe kubangwa izicoco sewelterweight yeWBC, World Boxing Association (WBA) kanye neWorld Boxing Organisation (WBO)

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.