Intokomalo abancwabi benikelele abahlwempu abangcwabi

2015-08-27 06:01

INHLANGANO yabangcwabi eyaziwa ngeSouth African Funeral Practioners Association ibuyisele emphakathini ngokunikela ngo kudla nezingubo ekhaya lezintandane Ekujabuleni Children’s Home ese-Edendale nekhaya labadala nabagulayo eMbali iSiyaphilisa Community Based Care Centre.

Le nhlangano inikele ngezingubo zokulala ezingama 30, ukudla namanabukeni eSiyaphilisa, yaphinde yanikela ngezingubo zokulala ezingu-45 ekhaya lezintandane ngeledlule.

Okhulumela le nhlangano uNkk Thembi Molefe uthe bahlale phansi njengenhlangano, babuka ukuthi kubalulekile ukuthi babuyisele emphakathini.

Le nhlangano yabangcwabi yasungulwa eminyakeni engamashumi edlule ngenhloso yokugqugquzela ubumbano kubangcwabi nokusenenzisana lapho kunesidingo khona.

UMolefe uthe ukubuyisela emphakathini bekuyinto abayenza okukuqala ngqa kulonyaka futhi bahlose ukuqhubeka nakho minyaka yonke.

“Sibe sesibheka abantu abahlwempu emphakathini, savumelana ngokuthi asiye kula makhaya womabili, ngoba abantu abahlala khona abanayo imindeni ebhekelele izidingo zabo. Kokuncane esinakho, sithe asilule isandla, ngoba kubalulekile ukuthi kulokhu okuncane uNkulunkulu akubusise ngakho, ukwazi ukubusisa nawe abanye. Ngalokhu siphonsa inselelo nakwabanye abanotho ukuthi basize baphe labo abahlwempu ngoba ngeke uhulumeni wethu asenzele konke,” kushoe uMolefe.

Umphathi weSiyaphilisa Community Based Care Centre uNkk Tu Zondi uthe bajabule kakhulu ngalo mnikelo, ikakhulukazi njengoba wenzeke ngesikhathi noxhaso abalutholayo lugqoza.

“Siyabonga ngendlela eyisimanga njengoba kusebusika, nesidingo sezingubo zokulala siphezulu. Kuningi nje abasisize ngakho okubalwa namanabukeni. Lo mnikelo ufike ngesikhathi lapho isimo singesihle, njengoba kungekho mnyango osixhasayo, kodwa siphila ngeminikelo evela ezinhlanganweni ezihlukene.” kusho uZondi

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.