Kugujwa olwamasiko eFrance

2015-09-24 06:00

UKUGUBHA kuphinde kunandiswe ngenhloso yokubungaza usuku lwaMasiko (Heritage Day) indawo yaseFrance nayo ayisele ngaphandle njengoba imema wonke umphakathi ukuthi uphelele ngobuningi bawo ebumnandini balolu suku.

I-Happy Nation Productions izobe ihlanganise amaciko azobe eshiyelana inkundla ngoMgqibelo. Lapha kuphinde kumenywe bonke abanamakhono ahlukene ukuze banikezwe ithuba lokuba banandise futhi bazibeke ethubeni lokuhlomula umklomelo wenkulungwane yarandi (R1 000).

Konke lokhu kuzobe kwenzeka ehholo eMasakhane khona eFrance.

Okhulumela i-Happy Productions uSakhile Lombo uthe lokhu bakwenza ukuze nabo njengentsha nomphakathi waseFrance bakhombise ukuthi ukugubha amasiko kuyinto ebaluleke kakhulu.

“Simema bonke abanamakhono nalabo abafuna ukuzobukela futhi bagubhe nathi lolu suku olubaluleke kangaka. Kubalulekile ukuthi njengabantu abasha singasali ngaphandle kuzo zonke izinto nokuyinto esiyenzayo njengoba sizobe senze lo mcimbi,” kusho uLombo.

Amaqembu azoshiyelana inkundla uSgqebhezane, uGearbox, uSekbhe, Osomatekisi, Amajaji Amahle, uGovu nabanye.

Amaqembu ajoyina ngo R20, abazobukela abadala nabancane bangena ngo R5 kuphela. Amaqembu angabhalisa ngokushayela uSizwe Lombo kulezi 072 021 9232/ 061 342 9286

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.