UZazi Mncube oKhozini

2015-06-11 06:01
ISITHOMBE:SITHUNYELWE

Umdlali wesiginci eMgungundlovu,    uZazi Mncube, uzozwakala eqhulula      intambo bukhoma emsakazweni UKhozi ngeSonto ntambama ohlelweni     olushayelwa uMandla Mdletshe        olwaziwa ngo Mculo weJazz.

ISITHOMBE:SITHUNYELWE Umdlali wesiginci eMgungundlovu, uZazi Mncube, uzozwakala eqhulula intambo bukhoma emsakazweni UKhozi ngeSonto ntambama ohlelweni olushayelwa uMandla Mdletshe olwaziwa ngo Mculo weJazz.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMDLALI wesiginci somculo wejazz uZazi Mncube uzozwakala bukhoma emsakazweni uKhozi ngeSonto ntambama.

UMncube uzobe enabanye abaculi bawo umculo wejazz abamenywe ohlelweni olushayelwa uMandla Mdletshe elaziwa ngomculo weJazz kusuka ngo-6 ntambama kuya ku-8 ebusuku.

UMncube uthe akezukugcina ngokuba isimenywa okuzoxoxwa naso kuphela kodwa uzophide aqhulule ingoma bukhoma khona emsakazweni.

“Engikucelayo nje ukuthi abantu bavule umsakazo balalele. Lokho kuzobe kusawukungeseka engikuthola kubantu abathanda umculo wami.

“Angikhethe bala lamuntu kodwa ngicela ukuthi wonke umuntu nje olalela umculo wami noma othanda umculo wami aqinisekise ukuthi uyawulalela lo msakazo kuleli sonto.

“Kuyintokozo enkulu kumina ukuthi ngibe ngomunye wezimenywa emsakazweni uKhozi. Kuyangijabulisa futhi kukhombisa okukhulu ukukhula kumina njengomculi,” kusho uMncube.

Okunye athe kuyamjabulisa ukuthi umculo wakhe usangase udlalwe kulo msakazo emva kwalo leli Sonto.

“Emva kwesikhathi eside umculo wami ubungadlalwa emsakazweni UKhozi kuyangijabulisa ukuthi nginikezwe ithuba lokuzokhuluma ngomculo wami njengesimenywa ngeSonto.

“Ngicela abantu babeke indlebe bangasuki balalele ingxoxo yethu esizobe sinayo nomsakazi walolu hlelo uMdletshe,” kusho yena uMncube ezwakala ukuthi ugcwele injabulo

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.