Ukhuza ibuya u‘Sexy diva’

2015-07-02 06:00
ISITHOMBE: sithunyelwe

Iqembu lama and#039;Born freeand#039; elikhiphe isingile ehlanganise umaskandi, ikwaito ne-house. Kusukela kwesokunxele ngu: Dasoh Simelane, Phindi AKA Sexy Diva Mkhize no Thulasizwe Mnyandu.

ISITHOMBE: sithunyelwe Iqembu lama and#039;Born freeand#039; elikhiphe isingile ehlanganise umaskandi, ikwaito ne-house. Kusukela kwesokunxele ngu: Dasoh Simelane, Phindi AKA Sexy Diva Mkhize no Thulasizwe Mnyandu.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

EMVA kokunyamalala endimeni yezomculo, iciko laseMgungundlovu elidume ngelika ‘Sexy Diva’ likhuza ibuya ngohlobo olwehlukile lo mculo njengoba selizozwakala kwi-albhamu entsha eliyiqophe ngokuhlanganyela nendodana kaPhuzekhemisi, uThulasizwe Mnyandu nomculi wekwaito uDasoh Simelane.

UPhindile Mkhize ongowokudabuka eSobantu uzakhele udumo ngokudansa kwakhe egqoke izimpahla zangaphansi esiteji.

Laba culi abathathu osihloko se-albhamu yabo ethi ‘AmaBorn Free’ badidiyele ndawonye umculo ka maskandi, ihouse nekwaito.

Ekhuluma nephephandaba i-Echo engxoxweni ekhethethekile, umsunguli waleli qembu uMnyandu uthe basanda kukhipha isingili enezingoma ezimbili okukhona ethi ‘Nganeyakwethu’ nethi ‘Ngiyabuza’.

Uthe: “Ngokwejwayelekile abantu baye bakhuze umhlola uma uthi uhlanganisa umculo kamaskandi nekwaito. Ngenhloso yokunika abathandi bo mculo into engajwayelekile, sikhethe ukwenza le ndidiyela yomculo. Kule albhamu ehlanganise izinhlobo ezihlukene zomculo sikhethe ukuthi sikhulume ngothando ngoba luyinto ethinta wonke umuntu.

“Esikhathini esiningi ziningi izingqinamba abantu abahlangabezana nazo, okubalwa nokungaboni ngasolinye. Sikhethe ukuthi siyenze kube isingili ngoba siyafisa ukuhalisa abathandi bo mculo, ukuze bezofisa ukuzwa enye.

“Abantu kade bewulangazelele umculo ohlukile, ngakho ngale albhamu sizobaqeda ukoma.”

UMnyandu uthe bakhethe ukuhlanganisa lolu hlobo lo mculo ukuze bahehe, ikakhulukazi, intsha, njengoba isikhathi esiningi iwubukela phansi umculo kamaskandi.

“Uthe ubonga uyise ngokumgqugquzela kusukela engena kule ndima ngo-2010. Kuleli qembu uMnyandu ucula phambili abuye adlale nesiginci, uDasoh ucula ikwaito kanti uSexy Diva ugabe ngomculo we-afrohouse

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.