Zibakhalele abasolwa ngokudlwengula e-Ashdown

2015-09-24 06:00

ZIBAKHALELE abalisa abahlanu abasolwa ngokudlwengula intombazanyana eneminyaka engu-14 yase-Ashdown.

Okhulumela amaphoyisa uKapteni Musa Ntombela uthe abesilisa abaneminyaka esukela ku-19 kuya ku-25 ab oThembinkosi Madlala, Ayanda Mncube, Zolani Msomi, Mncedisi Khondo noSyabonga Molefe bavele kafushane enkantolo ka mantshi ngeledlule ngezinsolo zokudlwengula.

Uthe: “Baboshwe khona endaweni yase- Ashdown. Icala selidluliselwe enkantolo njengoba laba basolwa besagcinwe ngaphakathi.”

Emasontweni amabili adlule i-Echo ibike ngokudlwengulwa kwale ntombazanyana, ethe lapho ibuya esikoleni yazithela kwabesilisa abebehleli ngaphakathi kubo, emva kokuba begqekeze endlini.

Ithe ima ingena endlini bayisabisa ngemimmese, bayivala amehlo nomlomo, bayidlwengula bephindelela.

Ikhansela lakwa ward 23 uMnu Dumisani Phungula uthe bakhathazekile ngezinga lobugebengu kule ndawo, abasola ukuthi ukudayiswa kwe whoonga emizini ethile kunomthelela kubo. Uqhube wathi bayayijabulela indlela amaphoyisa asebenze ngayo ngokushesha ukuphenya lolu daba

“Abantu abatholakala benze amacala afuze lawa abafanele nakancane bathole ibheyili. Ukudlwengula ingane encane kangaka nanoma imuphi umuntu wesifazane kuwubulwane obuphindiwe. Abenzi balobubi bafanele ukubolela ejele. Siyaphinda siyanxusa imiphakathi ukuba isebenzisane namaphoyisa nabaholi ekulwisaneni nesihlava sobugebengu,” kusho uPhungula

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.