Okudingeka uKwazi nge-diphtheria

2015-07-08 06:00

Isibhedlela i-Greytown ifisa ukuqwashisa umphakathi wase Mgungudlovana ngesifo esibizwa ngokuthi i-Diphtheria; ehlasela izingane kanye nabadala.

Isifo sini i-diphtheria?

IDiphtheria yisifo esithathelanayo, esingaba ingozi yokufa esihlasela umgudu wokuphefumula ongenhla. IBhaktheriya edala idiphtheria ivama ukusatshalaliswa ngamaconsana omhwamuko akhwehlelwayo.

Izimpawu ze-diphtheria?

IDiphtheria iqala ngobuhlungu bomphimbo, ukushisa, nokugodola. Ungwengwezi olumhlophe emphinjeni kubenzima ukugwinya nokuphefumula. Ukungenwa amakhaza, ukuzizwa ungaphilile Kanye nokushiselwa okukhulu.

Kungabe iDiphtheria iyathathelana?

Yebo iyisifo esithathelanayo, ngokuhlangana namaconsi ngesikhathi omunye onaso lesisifo ekhwehlela noma ethimula. Ukuthelelana kungathatha amaviki amabili emva kokuba umuntu engenwe ilesisifo ezimbeni wakhe

Sivikeleka kanjani lesisifo na?

Singavikeleka lesisifo ngokugoma ingane yakho ngezikhathi ezihlelelwe ngokweminyaka yakhe.

Imigomo yokuvikela isifo seDiphtheria inikezwa uma ingane inamasonto ayisithupha (6 weeks), ayishumi (10), nayishumi nane (14 weeks) kuye kwizinyanga eziyishumi nesishiyagalombili (18 month) nengane uma seyineminyaka eyisithupha (6 years) Kanye neminyaka eyishumi nambili (12 year). Umnyango wezempilo ukhuthaza abazali ukuba bagome abantwana babo ukuze ba-vikeleke ezifweni ezithathelanayo

Ubani ongasithola lesisifo na?

Uma umuntu engagonywanga ukuze avikeleke kulesisifo, lesisifo sivamise ukuhlasela abant-wana kodwa wonke umuntu angatheleleka uma engahlangana namaconsana womuntu onaso lesisifo

Wenzenjani uma unalezizimpawu zalesisifo?

Phuthuma emtholampilo oseduze nawe uyohlolelwa lesisifo. Uvikela izingane zakho manje, gomela izifo ezithathelanayo.

Uma ufuna ulwazi olwengeziwe xhumana no Mbali Ntshingila ku- 033 413 9400 email sethabi le.ntshingila@kznhealth.gov.za

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.