Balwela Impilo Engcono Abantu BaseMshwathi

2017-06-07 06:02
Marchers from Ward 4, 5 and 14 - the march was led by ward councillor Njabulo Cebekhulu.

Marchers from Ward 4, 5 and 14 - the march was led by ward councillor Njabulo Cebekhulu.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Umphakathi waseMshwathi ohlala kaWard- 4, 5 kanye no -14 bathi sebebekezele kwanela ngokungaphathwa kahle isibhedlela saseSwidi oZwathini i-Appelsboach Hospital. Lo mphakathi uhlangane nobuholi bendawo bahambisa uhla lwezikhalazo zabo kubaphathi besibhedlela.

Ikhansela laka Ward 4 uMnu Njabulo Cebekhulu uthi sekube nesikhashana belokhu bezwa ngomphakathi ukuthi iziguli ziyahlukumezeka  kulesi sibhedlela.

Phakathi kwezinto ezivele kuhla lezikhalazo elifundwe uMnu Thembinkosi Gerilla Zondi ongunobhala we ANC ophikweni lentsha kwiMoses Mabhida Region ukushoda kodokotela kulesi sibhedlela.

Kuvele ukuthi abantu balinda isikhathi eside ukuze babonwe udokotela ngenxa yokuthi kwesinye isikhathi kuke kufumaniseke ukuthi udokotela uyedwa okhona isibhedlela sonke.

Abantu bafika ngo-7 ekuseni baze bayobonwa udokotela ngo -4 ntambama, kwesinye isikhathi baze babuye  bengazange basizakale.

Umphakathi uphinde wanxusa ukuthi oDokotela bangayi bonke kanyekanye etiyeni nasedineni ukuze singabi bikho isikhathi lapho khona iziguli zizosala zingenamuntu ozinakayo. Ukudla okudliwa esibhedlela makube ukudla okunempilo nokuhlanzekile, kucelwa ukuthi kube nomuntu owazi kabanzi ngezinhlobo zokudla okunempilo. Isibhedlela asihlanzekile ngendlela efanele. Umphakathi uthe ucela ukusebenzisana nesibhedlela ngokuthi bangawathola amavolontiya angalekelela ekuhlanzeni isibhedlela, lokhu kodwa kungenzeka ngaphansi kwemibandela ethile ebandakanya ukuthi kuzothatha isikhathi esingakanani benza lowo msebenzi wokuvolontiya. Akugcinanga ke lapho bacele ukuthi uma evela amathuba emisebenzi esibhedlela nabo abonikwa ithuba lokuthi basebenze, ikakhulukazi uma kuyimisebenzi engadinge zinga eliphakeme kakhulu lemfundo. - Sibusiso Mkhithi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/World
 

For the love of Corgis!

WATCH: 35 Corgi's to make your day! If they’re good enough for the Queen of England they’re good enough for us.

 
 

Paws

Can we communicate with our pets?
8 great natural remedies for your pet
Buying a puppy? Don’t get scammed!
WATCH: These funny animal videos will make you LOL!
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.