Isihloko: Ukuqwashisa ngesifo isichenene

2015-12-02 06:00

ISIHLOKO: UKUQWASHISA NGESIFO ISICHENENE

Isibhedlela i-Greytown ifisa ukuqwashisa umphakathi ngesifo isichenene, okuyisifo esitholakala emanzini anukubezekile (contaminated).
Amanzi anukubezekile amanzi okuchamelwa kuwo Kutholake izingane ezingaphezu kwamashumi amathathu (30) ezinalesisifo kwezinye zezikole zase Amatimatolo kwaDayingubo. Umphakathi uyacelwa ukuba uqaphele, abazali baqinisekise ukuthi abantwana abadlali noma ababhukudi emanzini anukubezekile okanye emaxhabozini.

Okumele ukuqaphele:

Uma umuntu eba semanzini anukubezekile noma angalashiwe, isibungu sesichenene singena emzimbeni kunganakekile futhi singezwakali size siyongena emithanjeni yegazi.

Izimpawu ongabona ngazo ukuthi usuhaqwe yisichenene zibandakanya lezi ezilandelayo:

1. Igazi emchamweni

2. Amaqhuqhuva esikhumbeni

3. Ubuhlungu besisu

Nakuba isichenene siyingozi kodwa asithelelani kepha selashwa ngokuthi uye emtholampilo ukuze uthole ukwelashwa okufanele. Uma singelashwanga kusenesikhathi singaba nomphumela wokuthi kube nomdlavuza wesinye kanye nokwehluleka ukusebenza kwezinso.

Ngesikhathi sasehlobo kuba nezifo eziningi ezidalwa amanzi ngoba kusuke kunamaxhaphozi kanye nemifula enamanzi anukubezekile lapho izingane zisuke zidlala khona. Uma uhlala endaweni enalezi zinkinga kubalulekile ukuba izingane zikhuthazwe ukuba zingasondeli emanzi anukubezekile, ziphinde zifundiswe ngobungozi balokhu bese zixoxela nabanye nontanga yazo.

Ulwazi olwengeziwe xhumana no Ms. Bongiwe Mchunu kanye no Ms. B Shabalala abangabasebenzi abavikela izifo ezithathelanayo (Infection Prevention and Control) kanye uxhumane nomtholampilo oseduze nawe 033 413 9400 email sethabi le.ntshingila@kznhealth. gov.za


- Greytown Hospital
management.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.