Kwenzenjani emdlovane

2016-06-22 06:00

Ngihlala eSoweto, kodwa ngesonto eledlule ngangivakashile KwaZulu, ngathola ithuba lokudlula eMdlovane, ngesizathu sokuthi bekuphuthume ngiye ebank, ngisendleleni. IBank engilisebenzisayo, iCapitec. Ngicele kubantu engibathola edolobheni, ngenhlanhla bakwazi ukushesha ukungiyalela, ngalithola ibank. Kodwa, ngicela ningisize, ningitshele ukuthi ibank lena, kanye nezitolo zakhona, zisebenza kanjani, njengoba ngithola ukuthi yonke indawo yokumisa imoto igcwele amatekisi. Ngize kazama ukumisa imoto kwenye indawo yokumisa izimoto, ngaze ngagcine sengiyimisa kudane nje, ngesizathu sokuthi amatkekisi agcwele yonke indawo, kuyagitshelwisa, futhi kuyehliswa.

Kuso lesi sikhathi esincane, kusuka kwihora elodwa kuye kumabili, angizange ngibone nelilodwa iphoyisa lomgwaqo. Mina ngihlala endaweni yasemaGoli, kuyaphithiza khona, ngabantu, yizimoto, kodwa, bonke bayakwazi ukulandelea umthetho ukuze sihlale sonke siphephile. Sekwenzenjani lana eMdlovane manje? Ngibona abantu abajika emgwaqweni lakungavumelikile khona, kukhulunywa ngomakhal'ekhukhwini ngesikhathi umuntu eshayela, konke nje sengathi akuhambi kahle emthethweni wemigwaqo.

Ngibonile ukuthi idolobha beliqoqiwe kahle, izibi bezingekho emgwaqweni, nasezistaladini, kodwa ngibongile ukuphuma ingashayisiwe imoto yami.

Vukani bo emdlovane.

NguThandizwe Magubane

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.