INdoni ibe yimpumelelo

2015-10-13 06:00
 Izithombe: zithunyelwe
Dkt Nomcebo Mthembu ngesikhathi efika mbimcini weNdoni obungo Mgqibelo.

Izithombe: zithunyelwe Dkt Nomcebo Mthembu ngesikhathi efika mbimcini weNdoni obungo Mgqibelo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ISICOCO somcimbi kaNobuhle owaziwa ngokuthi yiNdoni obungoMgqibelo mhla ka-10 eDurban International Convention Centre (ICC), sithathwe intombi yabaSotho uPutseleso Maloka (19).

Lo mcimbi okungo wesine kulo nyaka obunesiqubulo samaAfrika (African Theme) lapho izihambeli bezihlobe ngezingubo zeSintu ezinemibala eyehlukahlukene.

Lo mcimbi ubune zihambeli kubalwa oNgqongqoshe baseNingizimu Afrika nabezifunda ezahlukene kanye nosaziwayo.

Umphathi wohlelo lwalo mcimbi bekuyintokazi edume kakhulu ngezinkondlo zayo uLebo Mashile, okubonakale sobala ukuthi izihlwele bezimthokozela.

Umsunguli weNdoni, uDkt Nomcebo Mthembu uthe izintokazi ebezingenele lo mcimbi zibonakale nezingubo ezimele amaSiko ahlukahlukene ziphelezelwe amaqembu amele ezamaSiko kodwa ekugcineni kosuku isicoco sithathwe iNdlovukazi yabaSotho uPutseleso Maloka, ophume phambili sekusele izintokazi eziyi-6 kubalwa uNyandisa Komnga noFlorence Vulthlari.

“Unobuhle othathe isicoco seNdoni uPutseleso Maloka ophinde wazitholela imoto entsha nemali yomfundaze ebalwelwa ku-R100 000. Indoni ikholelwa ekutheni seloku yaqala lo nobuhle ibonakala ikhula ngendlela eyisimanga futhi akukho okuzoyi vimba ukuthi iqhubeke nalo mcimbi eminyakeni ezayo,” kusho uDkt Mthembu

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.