Isikole samukele umnikelo wakwa-Samsung

2015-09-22 06:00
UMeya waseMandeni uMnuz Siphesihle Zulu ebonga abakwa Hesto Harnesses nabakwa Samsung abanikele ngama-computereSiyavikelwa Primary School ngoLwesihlanu oledlule. 

ISITHOMBE: sithunyelwe

UMeya waseMandeni uMnuz Siphesihle Zulu ebonga abakwa Hesto Harnesses nabakwa Samsung abanikele ngama-computereSiyavikelwa Primary School ngoLwesihlanu oledlule. ISITHOMBE: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ABAKWA-Hesto Harnesses bebambisane nabakwa-Samsung banikele ngama-computer eSiyavikelwa Primary School ngoLwesihlanu odlule.

USekela kathishanhloko uMnuz Vivian Mkhwanazi, ubonge abakwa Hesto Harnesses nabakwa Samsung ngalo mnikelo.

Uthe: “Kuyangijabulisa ukuthi iphupho lami lokubona isikole sethu siba nama-computer selifezekile. Lama-computer azothuthukisa imfundo yabantwana bethu,” kusho uMnuz Mkhwanazi.

Uqhube wathi lama-computer ngeke agcine ngokubaw usizo kubafundi base Siyavikelwa kuphela, kodwa nezingane zomphakathi wase zizonikezwa ithuba lokuwasebenzi uma zifisa ukwenza umsebenzi wazo wesikole.

Okhulumela abakwa Hesto Harnesses, uMnuz Sbu Ngcobo uthe lo mnikelo ukhombisa ukuthi abakwa Hesto bazi bophezele ekubambeni iqhaza ekuthuthukisweni kwemfundo yezikole zakulesi sifunda.

UMnuz Ngcobo ukhale ngezinga labafundi abaphumelela kumatikuletsheni ngonyaka odlule. Uthe izinga lemfundo ezikoleni zaseNingizimu Afrika liphansi.

Uqhube ngokunxusa othisha, abafundi nabazali ukuba benakekele lama-computer.

Ekhulumela uMnyango wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Thulani Mfusi uthe umnyango uhlangabezana nezinkinga ezahlukahlukene uma kumele kufakwe ama-computer ezikoleni.

Uthe inkinga enkulu wukuthi uma ama-computer esefakiwe ezikoleni ayantshontshwa. Uthe enye inkinga wukuthi i-internet ayitholakali kahle kwezinye izindawo. Inkinga yesithathu uthe wukuthi abafundi abawasebenzisi ngendlela efanele ama-computer kanti enye inkinga uthe ukuthi othisha abaqeqeshekile ngokwanele uma kuza ekufundiseni ngama-computer.

UMeya waseMandeni uMnuz Siphesihle Zulu unxuse umphakathi ukuthi ubambisane uma kuza kwezemfundo

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.