Kwethulwe umbiko ngengozi yetekisi nesitimela

2015-09-15 06:00
Ingozi enyantisa igazi phakathi kwetekisi nesitimela eyenzeka ngoNcwaba (August)

Ingozi enyantisa igazi phakathi kwetekisi nesitimela eyenzeka ngoNcwaba (August)

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMEYA waKwaDukuza uMnuz Ricardo Mthembu uwamukelekile umbiko odalule imbangela yengozi yetekisi nesitimela eyenzeka eShaka’s Head ngo mhla ka-17 kuNcwaba (August).

Lo mbiko wethulwe nguNgqongqoshe wezokuThutha ukuPhepha nokuXhumanisa uMphakathi KwaZulu-Natal uMnuz Willies Mchunu esiShayamthetho sesifundazwe ngeledlule.

UMnuz Mchunu uthe lo mbiko uveze ukuthi umshayeli wetekisi akawuthobelanga umthetho womgwaqo ngenkathi efika ku-stop.

Okunye okuvele kulo mbiko ukuthi itekisi ibingekho esimeni esifanele ukuba ingaba semgwaqeni.

UMeya uMnuz Mthembu uthe: “Umbiko uyaveza ukuthi umshayeli wetekisi akawuthobelanga umthetho womgwaqo ngenkathi efika ku-stop. Okunye okuvelile ukuthi ama-brake etekisi abengasebenzi ngendlela efanele.

Ngiyathemba uMnyango uzothobela imbono ebekiwe kulo mbiko,” kusho uMeya.

UMnuz Mchunu uthe okunye okuvele kulo mbiko ukuthi letekisi yanikezwa isitifiketi esishoyo ukuthi ayikufanele ukuba emgwaqeni.

Uqhube wathi kuyakhathaza ukuthi itekisi yaKwaDukuza yahanjiswa eGoli ukuze izothola isitifiketi sokusebenzisa umgwaqo.

Uthe uMnyango wezokuThutha uzokwenza uphenyo ngalokhu.

UMnuz Mchunu uthe ziningi izinto ezinga banga izingozi emgwaqeni. Uthe kungaba ukushayela imoto ngesivinini esiphezulu, ukushayela uphuze utshwala, ukungalibophi ibhande kanye nokungathobeli umthetho womgwaqo.

Uthe ekupheleni kwenyanga kaNcwaba kushone abantu abangama-714 ezingozini ezenzeke emgwaqeni

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.