Wenza ezibukwayo ngowaya kagesi

2015-08-18 06:00
UMnuz Nkosinathi Shezi onesifiso sokufundisa intsha umsebenzi wokucana.
 Izithombe: nosipho mkhize

UMnuz Nkosinathi Shezi onesifiso sokufundisa intsha umsebenzi wokucana. Izithombe: nosipho mkhize

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

nosipho.mkhize@media24.com

OWESILISA waseMolweni onekhono lokwenza umsebenzi wokucana (craft) ngezintambo zika gesi uthi unesifiso sokuthi efundise intsha ngalomsebenzi ukuze ubonakale eNingizimu Afrika namaphethelo.

UMnuz Nkosinathi Shezi (47) uthi leli khono lwaqala esemncane eneminyaka eyi-19. “Akekho owangifundisa lomsebenzi ngangivele ngibuke imidwebo bese ngithatha uwaya kagesi bese ngakha izinto ezihlukahlukene zokuhlobisa endlini kubalwa ivazi, okokubeka amapeni nokunye,” kusho yena.

“Ngicele abe FEVER ukuthi bashicilelele lolu daba ukuze intsha yazi ngalo msebenzi futhi ngifisa ukuthola uxhaso lwendawo lapho engingafundisa khona intsha ngalo msebenzi. Okuhle wukuthi izingane ziyafundiswa ezikoleni ngobuciko namasiko.”

Uthe okumenze athande ukufundisa intsha wukuthi ubona indlela egxile ngayo ezidakamizweni ezingekho emthethweni nangendlela ewuvanzi ngayo emgwaqeni.

“Intsha kumele ifunde ukuthi kuningi engakwenza ukuze ingaphendukeli ezidakamizweni ezingekho emthethweni. Kunezinto eziningi engazenza ikakhulukazi imisebenzi yezandla, ukungenela amaqembu asinayo, ukucula nokukunye,”kusho uMnuz Shezi.

Uthe okusikona kodwa lokhu akwenzeyo njengoba ezibona njengo muntu okhuthele. “Ngaphandle kokwenza lemihlobiso ngibamba amatoho okupenda izindlu ngibuye ngifake ama-tiles. Ngiwumuntu othanda ukubuka ibhola lezinyawo uma ngisekhaya.”

Uyale intsha wathi ayisukume izithathe ingaphuthelwa amathuba enikezwe wona empilweni.

“Intsha inikeziwe amathuba, kuphela nje kumele iwasebenzise ngendlela efanelekile. Kumele ifunde okuningi okuzoyiphilisa ingajwayeli ukucela ngaso sonke isikhathi kodwa kufanele ifunde ukuzimela. Abantu abangangami bafundiswa besebancane ukuzimela ngakho nabo ababukele kubantu abakhulile benza kahle empilweni, ayisukume yenze okuhle emphakathini ngoba intsha iyizimbali zakusasa,”

Uma kufa izimbali zalelizwe kufana nokuthi isizwe sonke sifile. Intsha iyithemba lethu,” kusho uMnuz Shezi.

Uma kukhona othanda ukuxhasa uMnuz Nkosinathi Shezi ngomsebenzi wakhe angashayela inombolo ethi: 084 784 2894

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.