AmaNazaretha aqale uhambo ngokuthula

2017-01-24 06:01
Abesimame ohlangothini lwaseBuhleni ngesikhathi besohambeni lwaminyaka yonke oluya entabeni iKhenana.

Abesimame ohlangothini lwaseBuhleni ngesikhathi besohambeni lwaminyaka yonke oluya entabeni iKhenana.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories


BEKULOKOZA inhlansi yokuthula phakathi kwezinhlangothi ezahlukene zebandla lamaNazaretha ngesikhathi zithathe uhambo olungcwele lwaminyaka yonke ngokwehlukana oluya entabeni ngoMasingana(January). Ibandla lase Kuphakameni eliholwa inkosi Vukile “Nyoyincoyi” Shembe luqale uhambo lulunye kwephezulu luphikelele entabeni iNhlangakazi eseNdwedwe.

Amalungu ebandla laseBuhleni eliholwa inkosi Mduduzi “Nyazilwezulu” Shembe luphume mhla zi-2 kuJanuary ntambama bephikelele entabeni iKhenana esoZwathini . Ngaphambi kokuthi izinhlangothi ziqale uhambo lwaminyaka yonke, uMasipala waseNdwedwe ubize isithangami sabezindaba lapho uchazele khona izintatheli ngezinhlelo umasipala ozoba nazo ngesikhathi amalungu ebandla esohambeni olungcwele.

Amalungu ebandla lase Thembezinhle eliholwa inkosi Vela “Msebeyelanga” Shembe akhuphukele entabeni ngesonto eledlule beya entabeni iNhlangakazi.

Abase Buhleni kulindeleke bahlale amasonto amabili entabeni iKhenana bese behla beyovala umhlangano kaJanuary ekomkhulu lebandla eBuhleni.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.