Amaphoyisa axwayise abezitokofela

2016-10-25 06:00

AMAPHOYISA aKwaZulu-Natal axwayisa abezitokofela njengoba sekusondele izinsuku zama holidi nokuhlukaniswa kwezitokofela.
Okhulumela amaphoyisa aKwazulu-Natal uLieutenant Colonel Thulani Zwane we-KZN Media Center uthe njengabo mthetho bathanda ukululeka labo abadlala izitokofela ngenhloso yokugwema ukulahlekelwa izimali zabo abazisebenzele kanzima nokuthi bagweme izigebengu ngalesikathi.

“Sinxusa bonke labo bamakilabu ezitokofela ukuba bazijwayeze ukucophelela umabehlukanisa izimali,” kusho uZwane.

Uthe esikhundleni sokuthi bekhiphe izimali ezinkulu emabhange kunga ngcono ukuthi besebenzise izindlela ezilula zokuthumela imali kuma- account amalungu abo.

“Labo abengenawo ama-account kumele bewabhalisele emabhange kusenesikhathi ukuze bagweme ubugebengu.”

Uqhube wathi abezitokofela bangakwazi ukucela amaphoyisa ukuba agade izindawo lapho bezohlukanisela izimali zabo. Lokho kuzosiza ekutheni izigebengu zingasondeli.

“Noma sezifakiwe izimali kuma-account kuyanxuswa ukuthi umuntu angakhiphi isamba semali kuma-ATM, ikakhulukazi uma sekuyizikhathi zantambama lapho sekuthulekile emadolobheni ngoba izona zikhathi lapho izigebengu zisebenza khona.”

Uthe uma umuntu ezodinga imali eningi kungcono ayikhiphe enxanxatheleni yezitolo

(mall) ngesikhathi zomsebenzi.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.