Bacele izibusiso kuNyazi lweZulu

2016-11-01 06:00
Photo: sithunyelwe Umholi webandla ohlangothini lwase Buhleni iNkosi uNyazilwezulu Shembe ngesikathi ehambele eThongathi.

Photo: sithunyelwe Umholi webandla ohlangothini lwase Buhleni iNkosi uNyazilwezulu Shembe ngesikathi ehambele eThongathi.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

BAPHUME ngobuningi babo abazalwane bebandla lamaNazaretha elidume ngokuthi ikwaShembe kufike umholi webandla ohlangothini lwase Buhleni iNkosi uNyazi LweZulu luhambele eHambanathi oThongathi ngesonto eledlule.
Inkonzo yasekuseni ibise ethempelini iDumiseka Baba Wethu okuyindala lapho umholi walelibandla evamise ukufika njalo agobe amadlangala ngaphambi kokuqhubeka nohambo lwaminyaka yonke oluya eShowe.

UMkhokheli wasethempelini elingumakhelwane eMqhawe uNkk Thembelihle Madladla-Ngubane uthe: “Kuye kuthi njalo ngenyanga kaMfumfu (October) uma uBaba edlula eya eJudiya bese edlule lapha oThongathi aphumule. Lokhu ukwenza ngoba noBabamkhulu ongumsunguli webandla lamaNazaretha wayejwayele ukuthi njalo uma edlula lapha oThongathi bese ephumula kulendawo. Kuhambe kwahamba abantu bendawo bagcina sebeyenza igugu lendawo. Kuqalwe ngenkonzo kaVukanathi kwase kuthi ngemuva kwayo abantu base bethola ithuba lokuzibika eNkosini.”
AmaNazaretha aqhamuka ezindaweni ezakhelene neHambanathi abephume ngobuningi bawo ezothamela inkonzo eqale ngo-9 ekuseni kuya ku-11 emini, abantu belokhu bethelekile ngaphakathi ethempelini bezobika izinkinga zabo.
Phakathi kwabebe hambele lomkhuleko bekukhona namalungu omphakathi angakhonzi kuleli bandla ezocela izibusiso.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Behind the sparkle

Alluring, beautiful and timeless - diamonds are some of the most sought after gems in the world and are a true testament of everlasting brilliance. Let us take you behind the sparkle to show you the history behind this coveted jewel.

Embracing sustainability in tobacco agriculture

In Sub-Saharan Africa, farming represents a subsistence lifestyle for millions of people. In recent years though, the development of farming into an economic activity has made a real change in how the land is used in providing for the population.

/Africa
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.