Kumenywa umphakathi kwezemidlalo

2016-06-28 06:00
Amaqembu ezikole ezivela ezifundazweni ezahlukene bazoqhudelana kwibhola lezinyawo eKloof High.isithombe : sithunyelwe

Amaqembu ezikole ezivela ezifundazweni ezahlukene bazoqhudelana kwibhola lezinyawo eKloof High.isithombe : sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ISIKOLE i-Kloof High simema umphakathi ukuba uhlanganyele naso emdlalweni weminyaka yonke webhola lezi nyawo ngo mhla ka-23 kuya ku-26 kuNtulikazi (July).
Okhulumela iKloof High School uNks Janet Brodey, uthe lo mdlalo kuzobe kowesi-16 uholwa ilesi sikole.
Uthe: “Imidlalo kulo nyaka izobe idlalelwa esikoleni iKloof High lapho kuzobe kuqhudelana amaqembu ahluka hlukene kwisigaba sika U/19.
Uqhube wathi kule midlalo kuzobe kunamaqembu ahlukene aKwaZulu-Natal bese amathathu aqhamuka kwezinye izinfundazwe.

“Singothisha sihlezi sinikela isikhathi kubafundi noma ngabe sisinikela ekubafundiseni ezemidlalo noma izifundo emakilasini, okuhlezi kusemqoka wukuthi sibone imiphumela emihle kuba fundi. Ngonyaka odlule abadlali besikole i-Louis Botha sase Bloemfontein bathatha indondo. Kulo nyaka simeme izikole ezingama-64.
Lo mdlalo usayindwe ngokusemthethweni ngabakwa-South African Football Association (SAFA). Sibonga noDr Robin Petersen wakwa SAFA osilekelele ekutheni lo mcimbi ube yimpumelelo nokusitholela uxhaso oluvela phesheya kwezilwandle kwinkampani eyaziwa ngokuthi yi-World Ventures Foundation. Sibonga nabakwa-Biztec, abakwa-RE/Max Address nabakwa Sportsman Warehouse ngokusixhasa.
Isikole esiphume phambili sizothola umklomelo ka-R20 000,” kusho yena.

Uqhube wathi lo mcimbi uzobe ubungazwa yizikawoti ezivela ezifundazweni ezahluka hlukene. Ngakho ungaphuthelwa.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.