Kuqokwe abadlali be-KZN Academy

2017-05-16 06:01
isithombe: sithunyelweIqembu le 21-player elizomela iNingizimu Afrika.

isithombe: sithunyelweIqembu le 21-player elizomela iNingizimu Afrika.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

nosipho.mkhize@media24.com

ABAPHATHI besikole saKwazulu-Natal esiqeqesha abadlali bebhola esaziwa ngokuthi yi-KZN Academy bajabule ngendlela eyisimanga ngesikhathi bethola umbiko wokuthi abadlali ababili abebe ngaphansi kwalesi sikole ngo-2014 no-2015, uThabo Cele (20) waKwaMashu oqokelwe ukuba emele iNingizimu Afrika kwiqembu laba dlali be-U/20 emdlalweni wezwe lonke owaziwa ngokuthi yi-FIFA World Cup ozobe use zweni lase-South Korea ekupheleni kwale nyanga, noSandile Mthethwa (20) wase-Richardsbay oqokelwe ukuba ngaphansi kweqembu le-Orlando Pirates.

UThabo okuyimanje osezweni lase-Portugal udlalela iqembu i-Portuguese Football Giants kanti uSandile udlala ngaphansi kwesikwadi se-Olando Pirates.
UThabo uthe ukuqokelwa imidlalo emikhulu njenge FIFA World Cup kufana nephupho kuye kanti ungo wesibili kule sikole ukuqokelwa ukuba adlale kwi-FIFA.

USphephelo Sithole wasoLundi owaye ngaphansi kwe-KZN Academy waba ngomunye owaqokwa ngo-2015 ukuba amele iNingizimu Afrika kwiqembu lika-U/19 emdlalweni we-FIFA ezweni lase Chile.

UThabo uthe: “Ukumela iNingizimu Afrika noma ngabe ukuyiphi inhlangano noma ngabe udlala muphi umdlalo, kuyinto enkulu futhi encomekayo ngakho ukuba yingxenye yemidlalo ye-FIFA kube yiphupho elifezekile kimi. Ngisebenze kanzima kule minyaka eyedlule, futhi ngisazo qhubeka ngiziqeqeshe kanzima ukuze ngibe umdlali oqavile,” kusho uThabo.
“Ngithanda ukubonga bonke abaqeqeshi nabo bonke abantu abangilekelelile kule ndima yokudlala ibola, ikhakhulukazi abe-KZN Academy nomqeqeshi uMnuz Paulo Cardoso okunguyena ongenze umdlali engiwuye namuhla.”

Umphathi we-KZN Academy uMnuz Carlos Catalino uthe uzizwa ejabulile ngomvuso othole ilomdlali. “UThabo ungumdlali okhombisa ukukhuthala nokuzimisela kuyo yonke into ayenzayo ikakhulukazi ebholeni, ukuqokwa ukuba ayodlala kwi-FIFA kuwu mvuzo omuhle njengoba ebengumdlali obe sebenza kanzima yonke lemi nyaka. Nginesiqiniseko sokuthi uzokhombisa ithalente lakhe adlale ngokuzimisela eSouth Korea. Sikholelwa wukuthi lokhu kusa yisiqalo nje njengoba ezoba umdlali oqavile weqembu lase Ningizimu Afrika eminyakeni ezayo,” kusho uMnuz Carlos.

UThabo uzophinde abe yingxenye yeqembu le 21-player eliqokwe abe-Amajita ngaphansi komqeqeshi uMnuz Thabo Senong elizomela iNingizimu Afrika ezweni lase Japan ngo mhla ka-21 kuNhlaba, ezweni lase-Italy ngo mhla ka-24 kuNhlaba nase zweni lase-Uruguay ngo mhla ka-27 kuNhlaba.

Uma uthanda ukwazi kabanzi ngoThabo Cele xhumana no

Gugu Marawa enombolweni ethi: 082 992 2662.

ABAPHATHI besikole saKwazulu-Natal esiqeqesha abadlali bebhola esaziwa ngokuthi yi-KZN Academy bajabule ngemdlela aeyisimanga ngesikhathi bethola umbiko wokuthi abadlali ababili abebe ngaphansi kwalesi sikole ngo-2015 no-2014, uThabo Cele oneminyaka (20) noSandile Mthethwa (20) baqokelwe ukuba mebemele iNingizimu Afrika kwisiba kwiqembu labadlali be-U/19 emdlalweni wezwe lonke owaziwa ngokuthi yi FIFA World Cup ezweni lase-South Korea ekupheleni kwalenyanga..
UThabo Cele usezweni lase-Portugal udlalela iqembu i-Portuguese football giants kanti uSandile udlala ngaphansi kwesikwadi se-Olando Pirates.Usandile uthe ukuqokelwa imidlalo emikhulu njenge FIFA World Cup kufana nephupho kuye. Usandile ungowesibili kule sisikole ukuqokelwa ukuba adlale kwi-FIFA.

USphephelo Sithole wasoLundi owayengaphansi kwe-KZN Academy waqokwa ngo-2015 ukuba amele iNingizimu Afrika kwiqembu lika-U/19 emdlalweni we-FIFA ezweni lase Chile.
UThabo uthe ukudlalela imidlalo yang omhlaka 20 kuNdasa kuya ku-11 kuNhlangulana kuyi phupho kuye.
Uthe: “Ukumela izwe lakho noma ngabe ukuyiphi inhlangano noma ngabe udlala mupohi umdlalo kuyinto enkulu futhi encomekayo ngakho ukuba yingxenye yemidlalo ye-FIFA kuyi phupho kimi. Bengisebenza kanzima kule minyaka eyedlule futhi ngisazoqhubeka ngiiziqeqeshe kanzima ukuze ngibe umdlali oqavile,” kusho uThabo.
uqhube wathi: “Ngithanda ukubonga bone abaqeqeshi nabo bonke abantu abangilekelelile kule ndima yokudlala ibola, ikhakhulukazi abe-KZN academi nomqeqeshi uMnuz Paulo Cardoso okunguyena ongenze lo mdlali engiwuye namuhla.”
Umphathi we-KZN Academy uMnuz Carlos Catalino uthe uzizwa ejabulile ngomvuso othole ilomdlali. “UThabo uhlezi engumdlali okhombisa ukukhuthala nokuzimisela kuyo yonke into ayenzayo ikhlaukazi ebholeni futhi ukuqokelwa ukuba ayodlala kwi-FIFA kuwumvuzo omuhle futhi njengoba ebengumdlali obe sebenza kanzim yonke lemi nyaka. Nginesiqiniseko sokuthi uzokhombisa ithalente lakhe adlale ngokuzinisela eSouth Korea. Sikholelwa wukuthi lokhu kusa yisiqalo nje njengoba ezoba umdlali oqavile weqembu lase Ningizimu Afrika eminyakeni ezayo,” kusho uMnuz Carlos.

UThabo uyingxenye yeqembu le 21-player eliqokwe abe-Amajita ngaphansi komqeqeshi uMnuz Thabo Senong ebethe elizomela iNingizimu Africa ezweni lase ngomhla ka Japan 21 kuNdasa, ezweni lase-Italy mgomhla ka-24 kuNdasa nase zweni lase-Uruguay ngomhla ka-27 kuNdasa.

Umauthanda ukwazi kabansi ngoThabo Cele xhumana no 

Gugu Marawa enombolweni ethi:

082 992 2662 nnoma kwikheli le email elithi gugu.marawa@gmail.com noma uye kwi page le website elithi-

www.durbanu19.co.za

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/News
 

Buying a puppy? Don’t get scammed!

Hundreds of complaints are filed every year from victims who were scammed when buying a dog online.

 
 

Paws

WATCH: These funny animal videos will make you LOL!
11 animals before and after they were adopted from shelters
Competition pet grooming – creative or too extreme?
5 Celebrities who are afraid of animals
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.