Safa izigebengu eNhlungwane

2017-04-25 07:40

Mhleli

IGAMA lami ngingu Fakazile Mthembu, ngihlala eNhlungwane Area 3. Ubugebengu obulapha buyehlula, umphakathi ubanjwa inkunzi ekuseni, isemini nantambama nasebusuku. Besicela abaphathi [amaphoyisa neKhansela laku ward 54] babambisane nomphakathi kube khona into eyenziwayo nakhu siphela sibe savotela inkululeko. Ekhaya kwagqekezwa ngo-December ngonyaka odlule kwathathwa i-TV sabika emaphoyiseni ngoba siyazi nokuthi yathathwa ubani sambona sivele ngewindi kwavulwa necala eVela Policing Station, umseshi wathi uma simbona lo muntu owathatha i-TV sibafonele, neKhansela salitshela kodwa alikaze lifike ekhaya nabantu abakwi-Structure endaweni bayazi kodwa akukho okwenzekayo. Sicela usizo nakubani ongasitshela ukuthi senze njani ngalobubugebengu obudlange eNhlungwane.

Ozithobayo

Fakazile Mthembu

0732028771

Igama lami ngingu Fakazile Mthembu, ngihlala eNhlungwane area 3 ubugebengu obulaphaya buyehlula abantu babajwa inkunzi ekuseni isemini nantambama nasebusuku.  Besicela abaphathi ( amaphoyisa kanye neKhansela laku ward 54) babambisane nomphakathi kube khona into eyenziwayo nakhu siphela sibe savotela inkululeko.  Ekhaya kwagqekezwa ngo December last year kwathathwa I-TV sabika emaphoyiseni ngoba siyazi nokuthi yathathwa ubani sambona sivele ngewindi kwavulwa necala eVela Policing Station umseshi wathi  uma simbona lomuntu owathatha i-TV sibafonele, neKhansela salitshela kodwa alikakaze lifike ekhaya nabantu abakwiStructure endaweni bayazi kodwa akukho okwenzekayo.

Sicela usizo nakubani ongasitshela ukuthi senze njani ngalobubugebengu obudlange eNhlungwane.

 

Ozithobayo

Fakazile Mthembu

0732028771

 

 

 

 

 

 

 

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
There's an app for that: how apps have changed us

"There's an app for that" is more than just Apple's marketing mantra. Mobile apps have emerged over the last 10 years or so for practically every need in a person's day and changed our lives.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.