Sisebenzise R650 000 ukubhalisa intsha emanyuvesi

2017-03-28 06:02

LIKHULA ngesikhulu isivinini isasasa lentsha eyofunda ezikhungweni zemfundo ephakeme. Izinyanga zokuqala zonyaka zisuke zimatasa kakhulu ehhovisi labantu abasha ngoba ilapho intsha izofaka izicelo zokulekelelwa ukuze ibhalise ezikhungweni zemfundo ephakeme.

Lolu hlelo lokulekelela lwaba umbono wabantu abasha ngonyaka we-2009 lapho bebuka ukuthi iningi lentsha liphumelela kahle ibanga leshumi bese lihlala ekhaya ngenxa yokuntula imali yokuqhubeka nezifundo.
Umbono wawuthi ngoba lukhona uhlelo luka NSFAS uma sewungaphakathi esikoleni kuhle thina njengomasipala sibawezele ngaphesheya. Imali yaqala incane kunale eyiyo manje. Eminyakeni emibili edlule yayi-R450 000. Kwabonakala ukuthi ziningi izicelo ezigcina zingahlangabezekanga. Sabe sesiyikhuphula iba uR650 000. Impela lemali ibukeka iyiningi kodwa kunabantu namanje abangazange bathole usizo ngenxa yobuningi bezicelo.

Singuhulumeni sibona kubalulekile ukuthi silekelele izingane zingene ezikhungweni zemfundo ephakeme ukuze sihlangabezane nezidingo zezwe lonke. Kumanje izwe lethu lintula onjiniyela, ochwepheshe bemikhakha ethile ukuze ihlangebezane neNDP 2030 nama Millenium Development Goals. Luselude ukhalo esisazoluhamba ukufika ezicongweni kodwa konke kuqala kancane kuze kufike phezulu.

Kubalulekile ukuthi ngiphawule ngobudedengu obenziwa abantu abasha abafaka izicelo. Ezinye zezicelo ezingaphendulwanga ingoba azigcwaliswanga ngendlela futhi kukhona nemininingwane eshodayo. Noma ihhovisi labantu abasha selithintana nofake isicelo kube nhlanga zimuka nomoya. Siyanxusa ukuthi siqikelele ukuthi sigcwalisa kanjani ifomu lokufaka isicelo nanokuthi imiphi imininingwane edingekayo. Abanye abasifaki isicelo sokufunda ohlelweni lakwa CAO loko okwenza ukuthi kushode imininingwane. Njalo ngonyaka ihhovisi labantu abasha lihambela izikole ikakhulukazi amabanga eshumi ehambisa ama-CAO forms ukuthi bawagcwalise ngoba yilona hlelo olulandelwayo uma uhlose ukuyofunda ezikhungweni zemfundo ephakeme. Siyanxusa ukuthi ake silandele yonke imininingwane ukuze sibe sesimweni esihle sokulekeleleka kuloluhlelo. Loku esikwenzayo njengomasipala sikwenza ukuhlangabeza umbono kazwelonke we-NDP 2030. Sinabo abantu abasha abaningi abahlomula ngokulekelelwa yilemali asebafunda baqeda basebenza. Njalo bahlale besikhumbuza ngokubaluleka kwaloluhlelo benxusa ukuthi singaluyeki ngoba mukhulu umehluko eliwenzayo ezimpilweni zabantu abasha.

Sisazoqhubeka nokusebenzisana ngokwethembeka.- UMeya wase Mzumbe uMnuz Sizwe Ngcobo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Partner Content
How data is changing investments

Technological disruption is rife in many spheres of business and given the quantity of data available, it’s no surprise that the way in which asset managers work is also changing fast.

Behind the sparkle

Alluring, beautiful and timeless - diamonds are some of the most sought after gems in the world and are a true testament of everlasting brilliance. Let us take you behind the sparkle to show you the history behind this coveted jewel.

/News
 

Play with your pet when you're not at home

Many pets are alone at home during the week while their owners are at work. So what do these animals get up to while they’re home alone?

 
 

Paws

How to get rid of fleas
12 Cool cat facts
Chocolate can be fatal for dogs
Spider-man star's adorable relationship with his dog
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.