Ukuboshwa akumuqedanga amandla emculweni

2017-05-30 06:00
USibonelo Ngcobo owaziwa ngelika Mageja I 47isithombe: sithunyelwe

USibonelo Ngcobo owaziwa ngelika Mageja I 47isithombe: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMCULI waKwanyuswa uSibonelo Ngcobo owaziwa ngelika ‘Mageja I 47’ uthi ukucula umculo wohlobo lwe-Rap kumenze wakhula ngendlela eyisimanga kumkhakha wezomculo kusukela ngo-2007.

UMageja akasiye nje umculi kodwa ubhala izingoma aphinde aziqophe ngaphansi kwenkampani iRieco Bird Media.
Uthe: “Umculo wami uthandwa iningi labantu emphakathini. Umculo wami ungenze ngakwazi ukuzi bandakanya nomphakathi nokuthi ngazi ukuthi yikuphi umphakathi okudingayo.”
Njenge ningi labantu abasha uMageja uke wahlangabezana nobunzima empilweni ngensikhathi ehlangana nabangani abebe sebenzisa izidakamizwa ezingekho emthethweni.
Uthe: “Kube nzima kakhulu empilweni yami ngesikhathi ngisebenzisa izidakamizwa ezingekho emthethweni. Konke lokhu kudale ukuthi ngiboshwe ngo-2009, kodwa ukuboshwa kwami akungenzanga ngaphela amandla kwezomculo ngoba ngakwazi ukusungula iqembu labaculi sino zakwethu owaziwa ngelika Ngqondo.”

Sekuphele iminyaka eyi-7 uMageja aphuma ejele futhi  usanda kuqopha ucwecwe ngaphansi kwenkampani Rieco bird Media.
Lolu cwecwe lune sihloko esithi  Thoughts and Motions EP luhlanganise abanye abaculi kubalwa uDondo, uMzogologo, uFeleba SK with Da Bang and Spot On.
Ukhiphe ucwecwe ngaphambilini olune sihloko esithi Mama ehlanganyele noFeleba SK.
“Umculo wami unabalandeli abaningi emphakathini njengoba ngihlezi ngikhuthalela ukuhlela imicimbi eyahlukahlukene kubalwa eyokunandisa, eyokuthuthukisa nokusiza umphakathi nokuqopha izingoma ezehlukahlukene. Ngine culo engilenze kuwo lonyaka elibonga omama bethu, leli culo lithakaselwe amalungu omphakathi futhi yilo elenze ukuthi bebe nentshisekelo yokulalela amanye amaculo engiwa qophayo.”

UMageja uchaze  lolu cwecwe njenga lolo oluhlanganise izinhlobo eziningi zomculo kubalwa i-hip-hop, i-poetry [izinkondlo] ne-RnB.
Uthe:  “Okuhle wukuthi umbhalo wama culo okulolu cwecwe aculwa ngesingisi nangesiZulu.”

Uma uthanda ukuzizwela  umculo kaMageja vakashela iwebsite ethi:  www.audiomack/rieco-bird-media

noma uvakashele ikhasi le-Facebook Page elithi: Mageja I 47.
Uma uthanda uMageja anandise emcimbini ungathumela umyalezo ngekheli le email elithi:riecobirdonine@gmail.com noma ushayele inombolo ethi:063 398 9769.

 

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/World
 

For the love of Corgis!

WATCH: 35 Corgi's to make your day! If they’re good enough for the Queen of England they’re good enough for us.

 
 

Paws

Can we communicate with our pets?
8 great natural remedies for your pet
Buying a puppy? Don’t get scammed!
WATCH: These funny animal videos will make you LOL!
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.