Utshala izimbali zekhethelo

2016-05-24 06:00
UMnuz Sephelo engadini lapho etshala khona izimbali. Isithombe: sithunyelwe

UMnuz Sephelo engadini lapho etshala khona izimbali. Isithombe: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMLISA waseMbo uMnuz Sephelo uthe uthando lwakhe lokutshala izimbali lukhula mihla yonke kangangoba utshala lezi zimbali ekhaya kanye nalapho esebenza khona eHillcrest Park.
Uthe: “Umsebenzi wami uphathelene nokutshala izimbali eHillcrest Park kodwa uma ngingayile emsebenzini njalo ngama sonto nginakekela ingadi esekhaya. Ukutshala izimbali kungezinye zezindlela ezenza indawo ibukeke iyinhle ngendlela eyisi mangaliso,”kusho yena.

UMnuz Sephelo ukhulume nentatheli yeFEVER wathi izimbali ziyimvelo enhle eqakazisa umhlaba wonke ngoba imbali iyakwazi ukushintsha isimo esibi umuntu asuke esizwa ngaleso sikhathi.
Izimbali zenza ikhaya liqhakaze kahle futhi zenza nengadi iqhakaze. “Uma ngiya emsebenzini ngivuka nginomdlandla ngoba ngisuke ngiyokwenza into engiyithanda kakhulu.
uma ngiya emsebenzini angigibeli amatekisi kodwa ngisuka eMbo ngiye eHillcrest Park ngezinyawo. Ngivele ngifake izicathulo zokugijima ngisuke ekhaya ngize ngifike emsebenzini oku yindlela yokuzivocavoca ukuze umzimba uhlezi uphilile.
Uthe akukho okumjabulisa njengoku bona abantu bencoma umsebenzi wakhe.
“Ngifikelwa yintokozo ngaso sonke isikhathi uma ngibona abantu bencoma umsebenzi wami. Lokho kuyangigqugquzela futhi kunginika umdlandla wokuqhubekela phambili.”

Okhulumela abakwa-Hillcrest Park uNks Jayne Lyle uthe: “Umsebenzi waMnuz Sephelo muhle kakhulu. Ngazizwa ngine njabulo ngesikhathi ngiqala ukuxoxisana naye futhi ngambonga ngokwenza indawo esihlala kuyo ibukeke kahle. UMnuz Sephelo ungumuntu ohlezi ematasatasa nomsebenzi wakhe. Singabakwa Hillcrest Park sithi siyabonga ngakho konke okwenzayo.”


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.