Amakilabhu ase-KZN asavutha amalangabi

2017-04-19 06:02
Osabambe njengomqeqeshi kwi-Maritzburg United uFadlu Davids.        PHOTO:  Maritzburg-  united.co.za

Osabambe njengomqeqeshi kwi-Maritzburg United uFadlu Davids. PHOTO: Maritzburg- united.co.za

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAQEMBU aKwaZulu Natal adlala kwi-PSL athi wona awanandaba ukuthi imiphumela yemidlalo yamaphakathi nesonto ithini.

ILamontville Golden Arrows ne-Maritzburg United bathi bona basavutha njengamalangabi futhi bazimisele ngokuqhubeka ngokuwina.

Phela kuzokhumbuleka ukuthi Abafana Bes’thende baguqise obaqwe bebhola laseMzansi noshampeni base Africa yonkana kulonyaka iMamelodi Sundowns ngo 1-0 bayikhipha kwiNedbank Cup.

Yebo kona kulukhuni ukukukholwa, kodwa yiqiniso, AmaSandawana asephumile kwi Ke Yona, noma abanye bathi iphume ekuseni kodwa.

Maphakathi nalelisonto esiliphethayo i-Arrows idlale ne-BidVest Wits ekuhambeni eBidVest Stadium eGoli.

Kanti abafana baseMphithi iMaritzburg United bona bebedlala ne-Orlando Pirates khona kwesikaMaminzela isigodi e-Orlando Stadium.

Noma ngabe kugcine kwenzekeni kuleyomidlalo emaphakathi nesonto akuchazi lutho, impilo ibukeka iqhubeka kwiArrows nakuTeam of Choice, futhi kuyacaca ukuthi imiphumela emihle nangendlela abanqoba ngayo ngaphambilini izobathwala kulempelasonto.

Umqeqeshi weSundowns uClinton Larsen uthi kuyabonakala ukuthi ukuwina kweqembu lakhe kwiSundowns ngesikhathi bewina ngo 1-0 kwiNedbank Cup.

ULarsen uthi abadlali bakhe akuchazi ukuthi abawahloniphi amanye amaqembu kodwa ukudla iSundowns engoshampeni beligi ne-Africa yonke kuchaze lukhulu.

“Akufanele lapha zizwakala sengathi siyazikhukhumeza. Amaqembu wonke uMzansi nakwiPSL ayafana futhi siyawahlonipha, kodwa ngivumeleni ngithi ukushaya iSundown kulethe okuningi kubadlali bami. Mina -ke ngithi uma sikwazi ukudla iqembu elinje ngaleliya kuchaza ukuthi singazibamba zithule izinduku kunoma wubani,”kusho uLarsen.

Ngalempelasonto yakusasa iArrows izibhekana neCape Town City ekhaya.

Kanti imidlalo isiyonke ihlelwe kanje:

• 12 April Ajax Cape Town v Highlands Park 7:30pm Cape Town Stadium

• 12 April Bloemfontein Celtic v Kaizer Chiefs 7:30pm Dr

Molemela Stadium

• 13 April Mamelodi Sundowns v SuperSport United 6pm

Loftus Versfeld Stadium

• 13 April Platinum Stars v Cape Town City FC 6pm Moruleng Stadium

• 14 April Maritzburg United v Baroka FC 3pm Harry Gwala Stadium

• 15 April Golden Arrows v Ajax Cape Town 3pm Chatsworth Stadium

• 15 April Kaizer Chiefs v Chippa United 6pm Mbombela Stadium

• 15 April Highlands Park v Orlando Pirates 8:15pm Makhulong Stadium

• 16 April Free State Stars v Mamelodi Sundowns 3pm James

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.