Asithokozile ngoNobhala wekhansela ku-ward 10

2017-06-07 06:02

MHLELI, engosini yakho ngicela ukuthatha lelithuba ngike ngidlulise iskhalazo esinazo ngoNobhala waka ward 10 kwaPata.

Siwumphakathi sekukaningi sibekezela kodwa manje sesiyehluleka sinenkinga ngonobhala esithi njalo uma sifika ehhovisi ekuseni singamfici kuthiwe hlampe useza sihlale silinde kodwa lutho ukufika kuze kube umuntu ugcina ngokuhamba eya lapho ephuthuma khona ,mawuthi ufika emini ngezinye izinsuku futhi nakhona awumfici ehhovisi umthola ehleli ezindaweni zokushisa inyama ezisendaweni okanye umthole ehleli ema carwash kodwa sibe siding usizo lwakhe siwumphakathi.

Makwenzekile wamfica ehhovisi nakhona ufika ekupiklela aze akhiphe amazwi athi akaholelwa yithina siwumphakathi. Kukhala ngisho izalukazi namakhehla zithi iyadelela leyangane maziyocela ukusizwa okanye ukuchazela lapho zidideka khona ngokwamaphepha.

Mawufika ehhovisi uzobika udaba okhalaza ngalo ehhovisi lakhe unithembisa into aqede angayenzi njengoba kwenzeka emavikini edlule siwumphakathi silethe iskhalazo ngezimoto eziletha amanzi endaweni wasithembisa ukuthi uzoza kuthina kodwa akazange asigcine lesosithembiso okuthe uma sifika ehhovisi futhi sesiyomlanda sangamfica sacela ukusebenzisa ucingo lase hhovisi ukuze sifonele kwamasipala kwathiwa alukho uhamba nalo .

Siyacela imeya kanye nezikhulu zika masipala zike ziyifakele izibuko lendaba.


Okhathazekile KwaPata

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Behind the sparkle

Alluring, beautiful and timeless - diamonds are some of the most sought after gems in the world and are a true testament of everlasting brilliance. Let us take you behind the sparkle to show you the history behind this coveted jewel.

Embracing sustainability in tobacco agriculture

In Sub-Saharan Africa, farming represents a subsistence lifestyle for millions of people. In recent years though, the development of farming into an economic activity has made a real change in how the land is used in providing for the population.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.