Ezemidlalo zingawubumba umphakathi

2017-09-06 06:01

KUSEMLANDWENI ukuthi ezemidlalo zabamba elikhulu iqhaza ukubumba isizwe sakithi.

Uma sifunda umlando sithola ukuthi abaholi bethu bangabadlali bebhola abanye babeshaya isibhakela abanye begijima.

Leyo midlalo iyona eyabagcina besesimweni sempilo enhle kanye nokubahlanganisa njengabantu ababeqhamuka ezindaweni ezehlukene.Ziningi izigulo ezikhona emiphakathini yethu efaka phakathi ukusetshenziswa kwezidakamizwa, ukusetshenziswa kophuzo oludakayo ngendlela eyeqile, ukukhulelwa kwentsha, ukuzimbandakanya ocansini olungaphephile nokunye okuningi.

Ezemidlalo ziba ikhambi elelapha lezigulo.

Yingakho siyi-Edendale Football Association sizama ukuthuthukisa ezikanobhutshuzwayo e-Edendale namaphethelo.

Kuwona lowo moya wokuthuthukisa ezemidlalo nansi imidlalo yangempelasonto esibheke kuyona:

Caluza, ngoMgqibelo

Legends FC vs Benfica 10.15am

OK Mata vs Celtics 11.30am

Wadley, ngeSonto

Dealers vs Cedara 10.15am

Taylors vs Heroes 11.30am

Special XI vs Benfica 12.45pm

Machibisa Fast XI vs Le Team 2pm

Georgetown Pirates vs Legends FC 3:15pm

Cedara v OK Mata 4:15pm

Thafeni, ngoMgqibelo

U13

Juventus vs Milan 10am

Special XI vs Dealers 11am

Heroes vs Milan 12pm

Gugulethu vs Hubs 1pm

Thafeni, ngeSonto

U15

Gugulethu vs Heroes 10am

Juventus vs United 11am

Hubs vs Special XI 12pm

IZAZISO:

Sicela labo abanesifiso sokuzodlalisa (refereeing) ngaphansi kwe-Edendale Football Association (EFA) baxhumane noSanele Vilakazi kulenombolo 079 479 4490 noma babe semhlanganweni ozokuba eWadley ngoLwesihlanu ngo-5pm.

Amaqembu angaphansi kwe EFA ayaziswa ngomhlangano omkhulu (AGM) ozokuba ngomhlaka 17 September ngo-10am eWadley.

Amaqembu ayanxuswa ukuba athumele abantu ababili (team representatives) iqembu ngalinye kulomhlangano njengoba kuzobe kukhethwa ikomidi elisha.

Asibonane khona.

Amaqembu angakaqedi ukukhokhela ubulunga bawo ngobugcwele ku-association ayanxuswa ukuba enze njalo ukuze aqhubeke adlale imidlalo.

IMINININGWANE YASEBHANGE:

Acc. No: 2560150131

Name: Edendale F.A.

Bank: Nedbank

Reference: Team Name

Udlulisele i-bank slip ku Sanele Vilakazi (079 479 4490).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.