Ilwile iSafa ngoMokotjo

2017-04-12 06:00
Umdlali we-Bafana Bafana uKamoheloMokotjo.PHOTO: safa.net

Umdlali we-Bafana Bafana uKamoheloMokotjo.PHOTO: safa.net

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

MHLAWUMBE izwe laseMzansi kuzofanele lincome inhlangano ephethe ibhola kuleli iSouth African Football Association (Safa), ikakhulukazi umengameli wayo u-Danny Jordaan.

Phela iSafa igile izimanga ebholeni lomhlaba futhi yatshengisa amazwe amaningi aphesheya ukuthi amalungelo abo bayawazi futhi amalungelo obuzwe abafuniseli ngawo, ngesikhathi belwela umdlali ongowuzalwa eMzansi uKamohelo Mokotjo.

Phela lomdlali ucishe wangakwazi ukudlalela iBafana Bafana ngenxa yezincwadi zobuzwe.

Kuzokhumbuleka phela ukuthi lomdlali ubesenikwe noma esekhohliswe ngobuzwe baseDutch emva kokuhlala khona iminyaka eminingi nedingekayo uma ufuna ubuzwe bakhona.

USafa uzishaya isifuba nje ngalomdlali yindlela kubangelwa yindlela adlale ngayo edlalela iBafana Bafana emdlalweni wesihle eThekwini neGuinea-Bissau nalapho uMzansi uwine ngo 3-1.

UJordaan uthi uSafa ulwe ukulwa okuhle ngoba lomdlali odlalela iFC Twente wagcina etholakele futhi wakwazi ukudlalela iZwe lakhe.

“Ngiyacabanga ukuthi bekufanele ukuthi simlwele lomdlali ngoba phela uzalwa la eMzansi. Bhekani nje indlela adlale ngayo esiswini, kuyabonakala ukuthi lomdlali unekhono ngempela,” kusho uJordaan.

IBafana Bafana iphinde yadlala ne-Angola e-East London ngoLwesibili kusihlwa, ngalo futhi uSafa ubebhekeke ukumemezela umqeqeshi omusha wesizwe emva kokuhlukana no Ephraim “Shakes” Mashaba.

UJordaan uthi angeke uSafa ugcine ngokulwela u Mokotjo kodwa noma ubani odinga ukulwela njengomdlali ozalwa eMzansi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
Watch: Investing in the future through child development

An investment of R32-million into 11 early childhood development centres is changing the future for children in the Northern Cape.

Partner Content
What all investors should know about index investing

Index-linked investments are growing fast in popularity globally, and are growing in size and complexity too.

/World
 

For the love of Corgis!

WATCH: 35 Corgi's to make your day! If they’re good enough for the Queen of England they’re good enough for us.

 
 

Paws

Can we communicate with our pets?
8 great natural remedies for your pet
Buying a puppy? Don’t get scammed!
WATCH: These funny animal videos will make you LOL!
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.