Izaziso

2016-06-01 06:00

** KUFUNWA ubaba ka Thanduxolo Mthalane ongu Menzi Makhaye kanye no Siphumelele Mthalane ongumama wakhe ohlala eMpophomeni. Onolwazi angashayela usonhlalakahle A.S Mncube kule nombolo 033 5050083.

** SICELA ukufuniswa ubaba ka-Awande kanye no-Bayanda Khuzwayo abazalwa u-Lindokuhle Khuzwayo ongasekho. Onolwazi angaxhumana ne-social worker u J.S Ndebele ku 033 392 8621.

** USONHLALAKAHLE uN.K Dlamini ucela ukufuniswa imindeni yezingane ezingo Likhona kanye no Linathi Gqirana, Nosipho kanye no Sipho Maphumulo, Siyabulela Boitumelo kanye no Bulelwa Lethiwe Mchunu. Uma unolwazi sicela ushayele kule nombolo 033 3928621.

** THE Child and Family Welfare Society of Pietermaritzburg are trying to locate the whereabouts of the following people:
*Thusi Francina Nomawethu, the mother of Thusi Sphokazi *Nkosi Shylet Thandeka, the mother of Nkosi Amandla
*Sashnie Pillay’s mother Pillay Selvie who lives in Raisethorpe
* Relatives of Thokozani Elizabeth Ndlovu who died on 19 May, 2005 and is the mother of Amina Ndlovu
* Relatives and father of Senzeni Sithole whose mother Sithole Velephi, died on 28 April, 2003
* Relatives and father of Tshoto Luyanda Leonard and Tshoto Simphiwe Eric whose mother Tshoto Phikiwe died on 15 September, 2010
* Relatives and father of Dlamini Sanele whose mother died on 15 February, 2010
* Relatives and father of Madonsela Amanda and Madonsela Avela whose mother died on 3 February, 2015
* Relatives and mother of Christina Berry whose father Clinton Sharpley is deceased
* Father, relatives and mother of Summa-Rae Dubber, Lorri-beth Dubber
* Nancy Ntombela Busisiwe who is believed to be living in Taylors, Elandskop. and is the mother of Aphelele Ntombela
* Senzo Sithole’s father Phumlani Mncwabe.

Anyone with information, must contact Ayanda Dlamini, Varsha Haridass or Sindi Hlope on 033 342 8971 from 8am to 4pm.

** I-Child Welfare Society icela ukufuniswa umama nobaba ka Iviwe Portia Dlomo. Igama lika mama ngu Silindile Dlomo. Onolwazi noma yena uqobo lwakhe kucelwa afike mathupha ku-224 Hosen Hafejie (Burg) Street noma asheyele u-sonhlalakahle u-Thobani Mkhulisi ku-033 394 28971.

** NGICELA ukufuniswa u Lucky Nene owagcinwa ehlala e-Edendale. ULucky ungubaba ka Luyanda Malinga. Onolwazi ngaye ngicela athintane nesocial worker uZanele Makhaye ku 033 342 0141.

** SICELA ukufuniswa ubaba kaNomonde Makhosazane Gasa ozalwa nguZandile Thandazile Gasa. Onolwazi angathintana noSonhlalakahle N.K Hlela ku033 392 8621.

** USIHLALO wabalandeli beKaizer Chiefs kwi Elandskop Branch,(u Mandla ‘’Ankel’’ Mhlongo) ucela ukwazisa bonke abalandeli beChiefs ngomhlangano wabo ozoba ngomhlaka 5 June 2016 ngeSonto ngo-10 ekuseni eKFC oku Chief Albert Luthuli. Ngemibuzo kungathintwa uBongani Mzo Ngubane ku-0837278839.

** KUMENYWA abakwa Shelembe nabakwa Ngcamu enhla nasezansi ukuba baphume ngobuningi babo beze emhlanganweni ozoba mhlaka 28 May 2016. Lomhlangano ozokuba se Keast Drift eMsinga emfuleni imfofana eduze kwe bridge maqondana nediphu lezinkomo. Lomhlangano woqala ngo 9 ekuseni kuyobe kukhulunywa ngezindaba zakwa Shelembe nokuzalana no Ngcamu.

Siyanicelake Mazamela Makhabahle namaNgcamu abalotsholwa niwuhlabe niwulawule. Mayelana nemininingwane ningathintana no Vumani Shelembe ku 082 390 4269 noma uNkunzibeyivimba Shelembe ku 072 383 2744.

** THE department of social development is looking for the biological father to Oluhle Madlala of Smero location. His mother is known as Zama Madlala.

For further information please contact social worker Moikabi on 033 392 8606.

** KUFUNWA umama ka Sandiswa Mtolo ohlala eSobantu. Omaziyo sicela axhumane no Sonhlalakahle uK. Msomi kule namba 033 392 8621

** NGICELA ukufuniswa uNonhlanhla Cebekhulu ngamgcina ehlala kwaNxamalala eSweetwaters. Kumayelana nengane yakhe u-Aphelele ehlala noyise e-Elandskop. Kufanele athintane nama social workers ase Taylors Halt. Akathinte u Miss Zungu ku-033 5050083 noma ayekhona. Kuyaphuthuma.

** KUMENYWA abakwa Shelembe nabakwa Ngcamu emhlangweni ozukuba se Keats Drift eMsinga, eMpofana eduze ne bhuloho maqondana nediphu lezinkomo.

Kuzobe kudingidwa izindaba zokuzalana kuka Shelembe no Ngcamu. Ayanxuswake ama Shelembe wonke no Ngcamu enhla nasezansi ukuba aphume ngobuningi bawo beze kumhlangano oyingqophamlando.

Niwuhlabe niwulawule MaZamela amahle. Mayelana nemininingwane bangaxhumana no Vumani Shelembe ku 082 390 4269/ 078 936 8823 noma uNkunzibeyivinmba Shelembe ku 072 383 2744/061026103491.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Jordaan missing in action

2016-09-25 00:00

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.