IZAZISO

2016-06-15 06:00
 ULuvolwethu Dlamini (osesithombeni) umama wakhe onguNomathemba Majozi ongasekho emhlabeni, ufuna ubaba wakhe ongaziwa igama. Onolwazi angathintana no social worker uB. Ngcobo Ku 031 785 1195

ULuvolwethu Dlamini (osesithombeni) umama wakhe onguNomathemba Majozi ongasekho emhlabeni, ufuna ubaba wakhe ongaziwa igama. Onolwazi angathintana no social worker uB. Ngcobo Ku 031 785 1195

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

**Sicela ukufuniswa ubaba ka-Simphiwe Buthelezi, akaziwa ukuthi uhlalaphi, umntwana uhlala endaweni yase Trustfeed,ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle Miss Z.E Mbambo kulenombolo 033 502 0074.

**Sicela ukufuniswa umama ka-Olwethu Sithole onguDuduzile Sithole kanye nobaba wakhe ongaziwa igama. Onolwazi sicela athintane noSonhlalakahle uN.K Hlela ku-033 392 8621.

**Sicela ukufuniswa ubaba ka-Ayanda Ngcobo ozalwa nguSnenhlanhla Ngcobo ongasekho emhlabeni owayefunda eLaduma High School. Onolwazi sicela ashayele usonhlalakahle u-DS Vilakazi kulenombolo 033 505 0083

**Kufunwa uZanele Zondi owayehlala eMazabekweni e-Xopo no-Sipho Mkhungwa owagcinwa eyofuna umsebenzi e-Sappi abangabazali ba-Senzo Zondi ohlala e-Ntembeni. Wazalwa mhlaka 4 August 2004. Thintana noSonhlalakahle uu-DS Vilakazi ku 033 505 0083.

**I-Child and Family Welfare Society of Pietermaritzburg icela ukufuniswa abazali kanye nezihlobo zika Simamukele Molefe owazalwa ngomhlaka 13-04-2016. Kukholakala ukuthi umama womtwana uSbulelo Molefe kanye nobaba u Salu Fusseni. Onolwazi sicela ukuba axhumane nosonhlalakahle uNonhlanhla Ndlela kulenombolo 0333428976 okanye azifikele mathupha kulenhlangano ku 224 Berg street, PMB, 3202.

**Bandile Samkelo Mbhele is looking for his mother whom her where abouts are unknown. They also dont know her name. People who may know of her where abouts can contact social worker B.Ngcobo on 031 785 11 95.

**Simangele Gwamanda is looking for Bhekani Phoswa the father of Minenhle Gwala, he left his daughter after the Minenhle’s mother Phumzile Beauty Gwala died on 2007-01-27. Minenhle Gwala now stays with her aunt Smangele Gwala. Anyone who knows of Bhekani’s whereabouts can contact Miss Ndlovu on this number: 033 5050087

**Kufunwa ubaba kaXoliswa Dladla ongaziwa igama lakhe. Umama wakhe uNomusa Rose Dladla ongasekho. Onolwazi athinte usocial worker ku031 785 1195.

**Phumlani Mbhele is looking for his mother Zodwa Mbhele who left in 2001. His father Thulani Mbhele has passed away. People who may know of her where abouts may Contact B.Ngcobo on 031 785 1195

**UKhulekani kanye noSphelele Ngubane bafuna ubaba wabo ongaziwa igama. Umama wabo uThoko Goodness Ngidi akasekho emhlabeni. Onolwazi angathinta uSocial worker uB. Ngcobo Ku 031 785 1195

**Ngicela ukufuniswa ubaba ka Anele Mthalane. Igama likababa ka Anele alaziwa kodwa wyaethandana nomama ka Anele osashona owayaziwa ngokuthi u Busisiwe Avis Mthalane, wayehlala endaweni yase Sweetwaters. Onolwazi ngaloludaba ngicela athintane no social worke u Zanele Makhaye ku 033 342 0141

**Ugogo waka Msomi ucela ukufuniswa indodakazi yakhe uThembeka Msomi ongunina wabantwana abane uKwanele,Thembekile,uFundiswa,uPhilisiwe bangabase Ntembeni umama wabo sekuneminyaka emine abashiya onolwazi makaxhumane nosonhlalakahle (Social Worker) u S.D Vilakazi kulenamba (033 5050084)

**The Department Social Development is looking for the biological Father to Ngidinga Nomamdla Lindelwe of Mpumelolo- France in Pietermaritzburg he in known as Mxashiya Buthelezi. Anyone with further information of his whereabouts please contact Social worker Mwelase on 033 392 8621

**The SAVF social services is looking the father of the following children: Ashlin Govender 16 years old, Ashwin 11 years Govender years old and Katelyn Govender 13 years old. The late biological mother name is ASHIE KHAN Anyone with the information , please contact Nosipho Mtolo on 033 3421229.

**Inhlangano i-SAVF Social Services icela ukufuniswa ubaba ka Lwazi Issa Ngema ozalwa ngu Mbuliwe Veronica Ngema ongasekho. Onolwazi kuyacelwa athinte usonhlalakahle uNks Nosipho Mtolo ku 033 3421229.

**Inhlangano i-SAVF Social Services icela ukufuniswa ubaba ka Nomfundo Mzolo oneminyaka ewu 16, Melokuhle Collen Mzolo oneminyaka ewu -11 kanye no Luyanda Mzolo oneminyaka ewu-8. Bazalwa u Nombuso Nokwazi Mzolo Ongasekho. Onolwazi kuyacelwa athinte usonhlalakahle:uNks Nosipho Mtolo ku 033 3421229.

**UMkhandlu weNkosi yakwaMpumuza namabandla onke amasonto akwaMpumuza kanye namakhansela onke amema wonke umphakathi wakwaMpumuza ukuba uhlanganyele emkhulekweni omkhulu ozokuba senkundleni yezemidlalo i-Old Blackburn Rovers Sports Field eku Sweetwaters Main Road ngasesitobhini kwaMbanjwa.

Usuku : 16 June

Isikhathi : 9 ekuseni

Mayelana neminye imininingwane ungaxhumana noMfu. M.J Dlamini ku 0780818659.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.