Izaziso

2016-07-13 06:00
PHOTO: supplied Sicela ukufuniswa ubaba kaPitso Sechaba (osesithombeni) noMoeketsane Sechaba owayaziwa ngelika Teboho Sechaba. Umama wabo ongasekho emhlabeni yena wayaziwa ngelika Nana Ndaba. Onolwazi angathintana ne-Social Worker u T.A. Zondi ku 033 392 8600

PHOTO: supplied Sicela ukufuniswa ubaba kaPitso Sechaba (osesithombeni) noMoeketsane Sechaba owayaziwa ngelika Teboho Sechaba. Umama wabo ongasekho emhlabeni yena wayaziwa ngelika Nana Ndaba. Onolwazi angathintana ne-Social Worker u T.A. Zondi ku 033 392 8600

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Sicela owazi umama ka-Amkelani Makhoba ogama lakhe ngu Nokukhaya Makhoba. Athinte usonhlalakahle u K. Dobson Kulenombolo 033-3928621 or 033 3928649.

Sicela UNobuhle Thikazi ohlala eBuffer afike emahhovisi akwa Child Welfare kunombolo 224 Berg Street Pietermaritzburg. Acele usonhlalakahle uKholiwe Songelwa. Kumayelana nomntwana wakhe u-Akhona Angel Thikazi okanye afowunele kule nombolo 033 342 8971.

USonhlalakahle ucela ukufuniswa umama ka Lwando Mbobo ozalwa Andile Jeremia Mbobo ongasekho emhlabeni, onolwazi athinte uMiss T. Mkhize ku 033 392 8621

Sicela ukufuniswa umama kaAsanda Yamkela Khumalo no Luyanda Simiso Khumalo ongu Xolile Khuzwayo. Bazalwa uPatrick Xolani Khumalo. Onolwazi athinte uMiss T Mkhize ku 033 3928621

USonhlalakahle ucela ukufuniswa umama kaNoluthando Mkhize ongu Nthabiseng Molefe. Uzalwa uThami Mkhize. Onolwazi athinte uMiss T Mkhize ku 033 392 8621

The Child and Family Welfare Society of Pietermaritzburg are currently looking for the whereabouts of Zuziwe Mankenkeza who is the natural mother of Lwandile Mankenkeza. Anyone with information on her whereabouts to kindly contact social worker, Thembi Zondi on 033-342 8971.

Inhlangano kaSAVF Social Services icela ukufuniswa ubazali bakaNonkululeko Mpulo. Igama likamama uNonhlanhla Mpulo okusolakala ukuthi uhlala eMooiriver . Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle UNksz NZ Kubheka ku-0333421229

Isibhedlela sase Edendale sicela ukufuniswa izihlobo noma abangaba nolwazi olungaholela ekutheni kutholakale izihlobo zalaba abalandelayo:

1.Zinhle Zulu oneminyaka ewu 25 obehlala Peacevalley

2.Lucy Mbatha oneminyaka ewu 56 behlala eEdendale area

3.Bonana Makoala oneminyaka ewu 42; behlala e France Phase 3

Sicela abanolwazi baphuthume esibhedlela noma baxhumane nalaba abalandelayo:

Wonder Ngubane – 033 395 4323

Samke Mncube- 033 395 4020 ngezikhathi zomsebenzi

I-Capital City Unified Metered Taxi Association(CCUMTA) icela bonke abanikazi bama-metered taxi abanama home-base operating licenses kanye nabangenawo ukuba babe yingxenye yomhlangano owujuqu ngeSonto mhlaka 10 July 2016 eHarry Gwala Stadium (Gate 4) ngo 10 ekuseni. Bayacelwa ukuthi bafike kusasele amaminithi angu 15 umhlangano uqale. Ngeminye imininingwane bangathintana no Sam Zaca ku 071 0211203

UPhilip V. Mncwabe umema bonke abesibongo sakwaMncwabe emhlanganweni wabo ozokuba kwababa uBhekizitha Mncwabe KwaZayeka eSweetwaters. Umhlangano uyoba ngeSonto mhlaka 10 kuJulayi kanti uyoqala ngo 10 ekuseni. Ngeminye imininingwane ningathinta uJoice Mncwabe ku 0766997754 noma uBhekizitha ku 0824331565.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/World

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.