Izaziso

2016-07-20 06:00
Sicela ukufuniswa ubaba ka Kwanele Ngubane umama wakhe ongasekho emhlabeni wayehlala kwaNyavu oPhokweni. Onolwazi angaxhumana noSonhlalakahle uNdwandwe ku 031 7857195

Sicela ukufuniswa ubaba ka Kwanele Ngubane umama wakhe ongasekho emhlabeni wayehlala kwaNyavu oPhokweni. Onolwazi angaxhumana noSonhlalakahle uNdwandwe ku 031 7857195

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Sicela umama kaSyanda no Owethu Phakathi owayehlala eThamboville. Igama lakhe uSamkelisiwe Dlamini. Onolwazi angathintana ne-Social Worker uMchunu ku 033 3928261

Sicela ukufuniswa ubaba kaNokwanda Zaca ozalwa nguBuyisile Anna Zaca ongasekho owayehlala etsheni e-Elandskop. Sicela onolwazi athintane nosonhlalakahle uMqadi ku 033 5050083

Sicela ukufuniswa ubaba ka-Aphile Madlala ongaziwa. Igama likamama wakhe u-Charity Thobile Madlala owayehlala kwaDabeka e-KK. Sicela onolwazi athinte uSonhlalakahle uKheswa ku 033 3968621

ISobantu Clinic ithanda ukudlulisa ukubonga kuzo zonke izinhlaka eziyixhase kade inosuku lwe-Youth Wellness. Phakathi kwabalula isandla iKhethimpilo NGO, uCass Schwegmann, iMfenendala Legacy Trust, uMnuz uDladla we-Zakes Store, abasebenzi baseSobantu Clinic kanye nekomidi lakhona.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Ayanda Mdluli umama ongasekho emhlabeni wayehlala kwaNyavu eNgangezwe.

Sicela ukufuniswa ubaba kaNtokozo Ngidi, umama wakhe ongasekho emhlabeni owayehlala eMiddlovu Ngilanyoni. Onolwazi angaxhumana no Social Worker Mthiyane ku 031-7851193

Sicela ukufuniswa ubaba kaThato no Mbali Khumalo umama wabo ongasekho emhlabeni owayehlala kwaNyavu. Sicela onolwazi axhumane no Social Worker uNdwandwe ku 031 7881195

Sicela ukufuniswa ubaba kaNontando Dimba umama wakhe ongasekho emhlabeni wayehlala eMkhambathini.

Sicela ukufuniswa ubaba kaSibahle Majozi ongaziwa. Igama likamama wakhe uKhanyisile Majozi wakwa-Gezubuso etafuleni. Sicela onolwazi athintane noSonhlalakahle u P. Zungu ku 033 5050084

USonhlalakahle uN.K Dlamini ucela ukufuniswa umndeni ka Nikita Camp.

USonhlalakahle uN.K Dlamini ucela ukufuniswa umndeni kaNomcebo Mkhize owaziwa ngo” PUM”.

USonhlalakahle uN.K Dlamini ucela ukufuniswa umndeni kaNosipho Dlamini

USonhlalakahle uN.K Dlamini ucela ukufuniswa umndeni ka Njabulo Msimango no Nompilo Msimango

USonhlalakahle uN.K Dlamini ucela ukufuniswa umndeni kaWendy Mkhwanazi noLusanda Mkhwanazi kanye noSbongakonke Mkhwanazi

Sicela Owazi Umama ka-Amkelani Makhoba ogama lakhe lingu Makhoba Nokukhaya. Athinte Usonhlalaka u K. Dobson Kulenombolo 033-3928621 or 033 3928649.

Sicela ukufuniswa ubaba wezingane uNkomo Thokozile, Nkomo Ntokozo, Nkomo Sibonelo noNkomo Oluhle. Umama wabo wayedume ngelika Landeleni Nkomo ongasekho emhlabeni, onolwazi sicela athinte social worker T.A Zondi ku033 392 8600

Sicela ukufuniswa ubaba ka Zondi Thandiwe owazalwa 15 kuMashi 2005. Umama kaThandiwe kwakunguZondi Thembeni ongasekho emhlabeni kanti ubaba wakhe akaziwa. Kucelwa onolwazi axhumane noSonhlalakahle uNomusa Zondi osebenza emnyangweni wezokuthuthukiswa komphakathi eNew Hanover kulenombolo 0335020074.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Zulu Andiswa owazalwa 09 kuDisemba 2003. Umama kaAndiswa kwakunguZulu Thandiwe Veronica ongasekho emhlabeni kanti ubaba wakhe kwakunguDumisani Mchunu owaseSwayimane, ngokusebenza wayeseWartburg. Kucelwa onolwazi axhumane noSonhlalakahle uNomusa Zondi osebenza emnyangweni wezokuthuthukiswa komphakathi eNew Hanover kulenombolo 0335020074.

Umphithi Arts Company uzobe une-Theatre Festival eSukuma Comprehensive School eMbali mhlaka 20 no 21 ku August. Lenkampani kumanje yenza ama-selections alabo abazoba yingxenye yalefestivali. Abafuna eminye imininingwane bangaxhumana no Gcina Mdluli ku 072 5452942 okanye bathumele umyalezo we-email ku umphithiartscompany@gmail.com okanye bavakashele iwebsite yabo www.umphithiartscompany.co.za

Sicela ukufuniswa umama ka Amthanda Dlamini ongu Zanele Dlamini no baba wakhe owaziwa ngela Madumi onolwazi angathinta u Social worker N.Madlala ku 033 3928621

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
PARTNER CONTENT
INFOGRAPHIC: New thinking required for retirement

Everything we believe about retirement is fast becoming outdated.

PARTNER CONTENT
WATCH: How education can change a life

A university education gives students the chance to create a better future for themselves, their families and to opportunity achieve their dreams.

/News

Book flights

Compare, Book, Fly

Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.